Izithakazelo zakwa Mduna Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Mduna
Gonya
Ngozini
Maphalala
Yamisa
Ntabunamandla
Nozibongobongo
Makhangeza athele edikweni
Nina enibhala ngozwane, abanye bebhala ngepensela
Nina bakwa Mthabathe
Sibhamu sakhala eHlobane
Sibumbu Sigqilinga singenakunza
Mancishana kancane abanye bencishana kakhulu

Leave a Reply