Izithakazelo zakwa Shange Clan Names

Dumakude,
Mdima,
S’bhodla bakhothe umlomo abafokazane,
Mfazi omabelemade,
Oncelisa ingane ingaphesheya komfula,
Wena ogeza ngensipho kapondo,
Mathanga abushelelezi angenangqwayimane,
Phangandawo,
Nojoma,
Owaduma ngomlenze abanye beduma ngensonyama!

22 thoughts on “Izithakazelo zakwa Shange Clan Names”

  1. Siyabonga boPhangandawo,Yamela Ntshongweni ,Nyawo kumnandi ukuba owakwaShange.Mina ninguSandile Shange eNkandla endaweni yasePholela

    Reply
  2. Yebo yes Mgadeni oShange abaseMsinga my mom wazalwa khona ezalwa ntombi yakaShange eyayingithanda esangithanda namanje hleze ingibhekile

    Reply

Leave a Reply