Izithakazelo zakwa Ngcamu Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ngcamu!
Mkhabela,
Shozi,
Gaba,
Mlothswa,
Maphalala njengophoko,
Lokoza!
Maloko
Mzilankatha,
Shelembe,
Kwadlula intuthwane ithwele kwadlula engathwele,
Ncube,
Khambule,
Mpangazitha!
Mathula kamjezi,
Ngcamu ombewumbili njengodlubu luka mbokazana. Mkhathini!

5 thoughts on “Izithakazelo zakwa Ngcamu Clan Names”

  1. Ngiyabonga kakhulu kuningi engikufundile okunye kwakho bengingakwazi kodwa manje sengiyazi ngako nimenjalo nisiphe ulwazi bafowethu Nani bodadewethu be

    Reply
  2. Eaikhathini samanj Abantu abanalo ulwazi ngemvelaphi yabo lokhu kuyakhumbuza ngobuntu ngithanda umculo wesintu, izindaba ezinezifundo ezinhle syabonga

    Reply
  3. Kuhle ukwazi ngesintu ngoba thina esikhulayo siyalahlekelwa ubukhaya bethu ithuke silalana sodwa ngokuswela ulwazi, siyabonga

    Reply

Leave a Reply