isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Mhlongo Clan Names

Mhlongo
Makhedama,
Soyengwase,
Nina bakaBhebhe kaMthendeka,
Nina bakaSoqubele onjengegundane,
Nina baseSiweni,
KwaMpuku yakwaMselemusi,
KwaNogwence webaya,
Dlomo weNdl’ende,
Sihlangu samavaka seswel’ababhemu,
Wen’owalala nomunw’endunu, wavuka wawuncinda wawukhomb’ilanga,
Makhul’emini abafokazana bekhul’ebusuku,
Zingwazi zempi yakwaNdunu,
Njoman’eyaduk’iminyakanyaka,
Yatholakal’onyakeni wesine,
Yabuye yatholakala ngowesikhombisa,
Langeni,
Owavel’elangeni!

15 thoughts on “Izithakazelo zakwa Mhlongo Clan Names”

  1. it true we come from Swaziland to kzn as a slave muhlongiwe he give birth to Nandi the mother of a mazulu king actually we are dlamini family

    Reply
  2. Manje awungeni yini uBhebhe owabhebhela umuntu etsheni ngoba phansi esaba amazološŸ¤£šŸ¤£šŸ¤£

    Reply
  3. Kuzakanjani kuthiwa kunabomhlongo bamashangani ngoba sazi ukuthi
    umhlongo umzulu, ake nisiccisele lopho!! noma nithi bakhulele emashanganini ayi ukuthiamashangane

    Reply
  4. Why abanye bomlongo uma bathakazela bathi lusiba ungena kunjani lolusiba Ngobe angiboni ngalena

    Reply

Leave a Reply