Ngubeni,
Nkomo!
Mtungwa!
Mazodwa!
UGudlu kaDlomo
UNkala kayibulawa
Ngoba yasizanakubo eSobotsheni.
Enye indlela yokuthakazeka uNgubeni
Yengwayo,
Wena oyenga umuntu umudla ngendaba
Wena onzipho zimnyama ngobuqwayana,
Mhlula ntaba,
Ngelengele,
Wena ozumuka uwe ngophondo,
Luvuno.
(Nkomo Macaleni Uzalwa ngu Hansi ozalwa nguMabaleka )
1. Nkomo
2. Ngubeni
3. Yengwayo
4. Mabuzindaba ayazi
5. Mangelele
6. Mashiyamade
7. Isiyendane
8. Ntungwa
Nkomo
Mpindela
Mahlolantaba
Mazotho
Luvuno
Nkala
Ngubeni
Nkomo
Mazothe
Mpindela
Vezi ngoku veza amanzi
Mahlolantaba
Luvuno
Ngicela uku bonga nge thakazelo zaka Ngubeni nakwa Nkomo , empeleni lezi bongo ezimbili akukho umehluko isibongo sinye nezi thakazelo ngokwe hlukana kwazo zisho ukuthi u Ngubeni no Nkomo into eyodwa i thina esizi hlukanisayo ngo kwe ndawo esihlala kuzo nango kwama limi esiwa khulumayo , zonke lezi thakazelo ngendlela ezithakazelwa nga khona ngokuhlukan kwethu kusho into eyodwa , okumele thina singabo Ngubeni no Nkomo sithathe lezi thaka zelo sizenze into eyodwa zonke kwi same page ukuba sazi ukuthi siyinto yinye asihlukananga , sizi thathe njengoba zinjalo ngoku hlukana kwazo sizi bhale zibe sendaweni eyondwa , uma sizi sho izithakazelo zifake bonke o Ngubeni ngoku hlukana kwabo , nabo bonke o Nkomo ngo kwehlukana kwabo. sibemunye.
Cofa lapha ukuthola impendulo Izithakazelo zakwa Nkomo
Mina ngingu
Ngubeni
Nkomo
Vabazo
Yengwayo
Luvuno
Wena wase mkhonto
Owadla muntu wamuyenga ngendaba
Andikholwa ukuba sohlukile singooNkomo, yindlela nje esizithutha ngayo. Kodwa uNkomo yena mnye:
NdinguNkomo
uMazotho
uMntungwa
UNgubeni
UMahlewula ntaba
Owathewula uDlomo eNkxokotyeni
Unkcochoyi
uYengwayo
uSigodlweni
Esami sona sithi Ngubeni Ndwandwe Nxumalo Nkomo Nkom’enhle eyabonwa zimpisi zabaleka, omadubul’eduze iy’nkomo zanyathelana mazinyathelane namanje, osbong’esihle esifana nesamakhosi esibonga igama ngokuhlehlezela
Nkomo yeZimbabwe zimi kanje.
Yengwayo
Nkundlande
Ngubeni
Mahlabezulu
Phaphe
lajani
Mageza
Mntungwa omuhle.
Ziphelela lapho ke ezakwethu kwaNkomo.
Ngibonga okhokho bami ,amathongo anomoya omhlophe , umoya onokuthula abantwana bakaMthwakazi. Isizwe sikaMzilikazi KaMashobane.
Thina nathi ziyahluka ngoba thina yithi o Nkomo,mazothe,mahlakula ntaba mlungo mnyama zalakwande mtungwa.Asazi ngempela
Ziyehluka ngempela ngoba nami ngiwuNgubeni
Nkomo
Livuno
Welibelo
Think abaseMkhontweni
Mtungwa
Mahlolantaba
Nkomo! Mazodwa! Dludlu! kahle kahle thina siphuma kuphi nesifundazwe, obani okhokho bethu? omkhulu bethu? ngibuza ngoba oMtungwa Khumalo sihlangana kanjani nabo?
Ekhaya kwa Ngubeni kuthiwa siphuma E Daggakraal kuphela, akukho okunye.
Osizo nolwazi ozongipha ngizolubonga.
Inkomo uzalwa uNgubeni ungubeni ezalwa ukhumalo
Ngicela kubuza Ngubeni hlukana kanjani na.Mina Ngubeni .Nkomo
Mazodwa
Mntungwa
Bhodliwe
Dludlu
Nkala kayibulawa
Yasiza bakwamabuya Nebaka lokothoyo.asipheleli lans