Dunga,
Madondo,
Mwelase,
Nkubel’ezihlengayo,
wena owela ngempambosi abanye bewela ngezibuko,
Tshana!
Izithakazelo zakwa Mathonsi Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Dunga,
Madondo,
Mwelase,
Nkubel’ezihlengayo,
wena owela ngempambosi abanye bewela ngezibuko,
Tshana!
Yekani lokh nithi ziyashoda, cel nitshela phela cause sijola khona sifuna ukuthazel umkhenyana🧎🏼♀️
Mathonsi
Dunga
Tshani
Qhudeni
Shekembuya
Mwelase
Dumalingani
Nkubela ezihlengayo
Nkonyane yenkosi
Wena ongawelanga ngezibuko owawela ngezimpambosi zomfula
Nzimande
Dangazela
Wena wewawa
Mathonsi ,Dunga ,Shekembuya ,Mvelase ,Tshana ,Madondo, Wena wewawa
Umlando wakwamathonsi uyashoda, ukuthi izithakazelo zakwaMathonsi zibhalwa abantu okungebona abakhona
Sawubona, singalujabulela ulwazi ongalunikela ngezithakazelo noma umlando wakwaMathonsi, uma ungalubhala lapha kungasiza nabanye abanthanda ukwazi. Siyabonga.
Aziphelele
Ngempela zyashoda