isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

23 thoughts on “Izithakazelo zakwa Mntambo Clan Names”

  1. Mntambo,Nhlangothi,Mlondo,Ntethe, vezi,Malingose wena owalinga intaba zalingeka,Mbuda,Msuthu,Gomazane, Sihlahla somsengethe esamila egcekeni

    Reply
    • Mntambo diyelide cimbithi gombase owodwa owodwa amantambo ayidabula endimeni nasethangeni abakwambabazi nabakwamkhaliphi abathi amatye ziinduku zokugibisela

      Reply
  2. Mntambo
    Nhlangothi
    Ntethelende
    Loyisa
    Wena owadla kwavela amanyongo eswini
    amadoda ayagqamalazela nabafazi bayagqamalazela babona izulu limdaka

    Reply
  3. Zama Mntambo

    MNTAMBO NHLANGOTHI.MALINGOSE.LOYISA.MSUTHU.NGOMAZANE.NTETHELENDE.ENGAGOCINGITHWA.MZUZUKAZANA.WEMPI

    Reply
  4. Mamntambo Mantethe Magabada Maphanga Jiyane Mbabala Sukela Novetshe Xhelindlovu mdak’omnyama ongeva Sephu Ngubo ayinyathelwa wayinyathela iyadabuka inyathelwa ngabayazi.

    Reply
  5. MNtambo, Zotsho, Xhelindlovu, Nyama ayivuthwa ivuthwa ngamadaka, Yonzi, Gigaba, Jiyane, Novetshe, Ngubo ayinyathelwa inyathelwa ngabayaziyo xa ungayazi iyadabuka, Sukela, Sifuba simkhuma, Gabada, Ntethe ende etakatakayo, Gwangwashe

    Reply
  6. Mntambo Nhlangothi, Mlondo! Wena kaBhudu oSebuthikazi, ophuma ebalani athinte abheke ilanga! Ntethelende uCimithwa ucilo owulujojo. Mgabhi ngantuthwane, umlambo oyosho nganhliziyonye! Nhlangothi ezimanxebaba. UMntambo omnyama njengenyongo yenyamazane. Mntambo omnyama ngaphandle omhlophe ngaphakathi. Loyisa, Ngomazane, Dlakude, Mbuzane!

    Reply
  7. Kwamnand ukuzwa izithakazelo zaseMntanjeni nezibongo ezihlobene.Ngithemba kuvela okuthile kusiNdebele,isiZulu nesiXhosa. Lababantu ngempela baNhlangothi zonke.

    Reply
  8. Nhlangothi
    Mlondo
    Loyisa
    Gomazane
    Ntethelend’eluCimbithwa

    Mina ngidabuka eSouth Coast
    Ngibiza
    uNdadane
    Mbonela
    Gigaba
    Ntwananhle
    Mzamani
    Ngizalwa kwa Ndunu

    Reply
  9. Mntambo

    Nina enuluhlaza njengenyongo yenyamazane Nhlangothi, Vezi, Jiyane ntethe ende ngathi ucimbithwa, nina bakaMsenge obomvu omila emafusini, Kweyama madada ashaya amanzi ngamaphiko awabhekise enhla nasezatsi, Msuthu nina bakaMageba kaloyisa

    Reply
  10. Mntambo, Nhlangothi, Loyise kaGOmazane, Msuthu, Ntethe lende kayidliwa, ithi ingadlwa kube kudliwe uGomazane uqobo. VEzi lwandle kaluwelwa, luwelwa zinkonjane ngoba zindizela phezulu.haaaaaaaa aziqedwa,,,,

    Reply

Leave a Reply