Magudulela,
Donga lukaMavuso,
S’dwaba esiluthuli,
Nxele lekhohlo lukaNodlungwane,
Wena wasebukhosini, Nkosi!
Ngwane elihle,
Zikode!
Magudulela,
Donga lukaMavuso,
S’dwaba esiluthuli,
Nxele lekhohlo lukaNodlungwane,
Wena wasebukhosini, Nkosi!
Ngwane elihle,
Zikode!
I want the meaning of Magudulela
Impela uMagudulela, uLudonga, kanye noNyawo bazalwa uMavuso. uMavuso uzalwa uSidwabasiluthuli. uSidwabasiluthuli uzalwa uKulwamba. uKulwamba uzalwa uKuwawawa. uKuwawawa uzalwa uMkhulunkosi. Indaba yebukhosi bethu iduke makumele kuthathe uMagudulela, owayezalwe eyiNxele. Isigungu sangaleso sikhathi saqhamuka nomthetho othi ngeke ozalwe eyinxele aphathe ubukhosi. Ngaleso sizathu ubukhosi badluliselwa noma babanjiswa umfowabo omncane kaMagudulela uLudonga. Emva kwalolo shintsho izinto phindanga zabuyela esimeni kubukhosi bethu eSwatini thina besende likaMkhulunkosi.
Kunjalo u Magudulela no Mavuso into eyodwa
It is clear the abakwaMagugulela abakwa Mavuso.
Yebo kunjalo ngoba izithakazelo zabo ziyafana.Nalu olunye ulwazi esinalo ngesibongo sakwaMavuso https://iafrika.org/umlando-wabantu-bakwa-ndwandwe-nezithakazelo-zabo/ kanye nalokhu https://iafrika.org/izithakazelo-zakwashabalala/