Mhlanzi
Owahlanzwa emaChunwini
Bayeni owangena nesikhuni emanzini sivutha, waphuma naso sivutha
Wena owadela abantu wanika izinja ukudla
Nzuzwane wena omuhle noma ungaphesheya koMngeni
Sidinana SikaMnikathi
Mphemba
Izithakazelo zakwa Mhlanzi Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
