Izithakazelo zakwa Mabuyakhulu Clan Names

Mabuyakhulu!
Ndiyema!
Mthotshane,
Masenga inhlaba uthi inkomo.
Mlando kawulandwa wonke ulandwa ngokuntiyantiya,
Nyoni emhlophe.
Masaseni,
Mkhithika waseNdlazini.

1 thought on “Izithakazelo zakwa Mabuyakhulu Clan Names”

Leave a Reply