Izithakazelo zakwa Yengwa Clan Names

Gwamanda omhlophe
Mncobolo obomvu
Sochumase
Sona ngokubusa
Ngokubusa emanxulumeni
AmaYengwa andlu zimnyamana
AmaYengwa ehla entengentengeni
AmaYengwa abengengakanani
Abengahla ngothi lomkhonto
Uqaba lafika muva
Lafika amaqaba esegoduka
MaYengwa aniyanga ngani kobhula na?
Niyamazi ozonukwa na?
Sonomo!

Leave a Reply