Izithakazelo zakwa Mathobela Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Mathobela
Guliwe
Kuhlase
Moloi
Nina bakwaVundla kaSithole
Wena mfazi omabele made owancelisa ingane
Ngaphesheya komfula
Nina bakwasibaya esingavalwa ngezinkomo
Esivalwa ngamadoda
Nina bakwamnqamulankungu

Leave a Reply