Wena weNdlondlo
Mabuya bengabuyi
Ngonyama kaSiwela
Nina bakwaMayikamabili
Elinyelakanyoko
Elinyelikayihlo
Izithakazelo zakwa Msibi Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Wena weNdlondlo
Mabuya bengabuyi
Ngonyama kaSiwela
Nina bakwaMayikamabili
Elinyelakanyoko
Elinyelikayihlo
Sinanatelo Saka Msibi : Msibi Ndlondlo manonela ekhatsi njenge Ndlati wena longalali ngetingubo ulala ngemacembe esicalaba wena longavali ngetivalo uvala ngetinhloko temadvodza indlondlo leyadla bulongwe yalibala khatsidze, sivesikhulu
Sikhona: https://iafrika.org/ss/sinanatelo-saka-msibi-clan-names/
iAfrika ngeSwati ikhona: https://iafrika.org/ss/
Bese loku kuza njani nabo’ndlondlo!?!
Akuvalwa ngom’valo, kuvalwa ngamakha wamadoda.
Ngiyakuzwa okwezibongo ngicela ukubuza ukuthi makwenziwa umsebenzi mhlawumbe imbeleko noma kukhuphulwa umuntu. Imiphi imithetho nemibandela ekumele ilandelwe noma igcinwe
Cofa lapha ukuthola impendulo Usiko Lwembeleko
Ngiyabathanda oNdlondlo ngizalwa khona ❤🥰
Saqhamuka kanjan isibongo sakwa Msibi
Kuthiwa abantu bakwaMsibi bawuzalo lukaKuhlase indodana kaVongoye kaSiwela kaGasa kaZikode kaMkhatshwa kaKhumalo KaMntungwa kaMbulazi kaNdabezitha KaMmusi lokho kuchaza ukuthi bakanye nabantu bakwaNdlangamandla
Ubani uVongoyi ngoba uGasa wayenamadodana amathathu okunga Magugu omdala, uDonda weziziba bese kuba uSiwela lona okuthiwa uzala uKuhlase, uKuhlase yena akaveli kahle emlandweni awungilandise ngoKuhlase noVongoyi
Kuhlase and Vongoye is the same person guys
Hi am Tshepo Msibi I like to know all about my surname Msibi
Ulwazi esinalo yilolu osulufundile. Mhlawumbe ungasiza ubuze kwabadala ekhaya kini bese uyasibhalela njengoba wenzile, lokho kuzosiza ingqwaba yabanye abantu bakwaMsibi. Ubuwazi nje ukuthi kulenkundla sichaza ngisho amaphupho, bheka lapha izibonelo. Uma uphupha inyoka eluhlaza, sinayo incazelo: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/ Sinalo futhi ulwazi lapho umuntu ephupha inyoka enkulu njengenhlwathi, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenhlwathi/ Sinezincazelo eziningi zamaphupho kanye futhi nemidati yamasiko.
Msibi,
Ndlondlo
Khatsidze Sivesikhulu,
Emazomba Asibekela adla umuntfu amshiya nendzaba
Msibi loluhlata lonjengemacembe esicalaba, Mabuya Nengwe Nengwenyama,.
Ndlondlo yaKhota
Msibi WeLusendvo
Gaza waNgwenyama
Ndlondlo Bashise
Siyabonga Msibi ngokusicobelela ngezithakazelo zakho!
Konje isukelaphi lendaba yokuthi nina “NingabakwaMayikamabili, Elinyelakanyoko, Elinyelikayihlo”. Ngazukuthi kunodaba lapha, luthini?
Ulubonile nje lolulwazi oluphume ngesonto eledlule? Bheka lapha: https://iafrika.org/izinkomo-zamalobolo/
Kuyo lenkundla, kulelisonto elizovumbuka, khona kusasa lokhu – thola ulwazi ngomlando ongajwayekile wemvelaphi yesibongo sakwaMpotshane!
❤❤❤
😊😊😊
Ngicela ukwaz ngemvelaphi yakwa Msibi
Ndlondlo ngwenyama wena wadla ubulongo wabulibala
SANIBONA ZINDLONDLO EZIHLE MINA NGINENKINGA UBABA WAMI UKHULISWA EMSHADWENI WESI BILI KA MAMA WAKHE ONGU GOGO WAMI UGOGO WAMI WABALEKA EMSHADWENI WAKHE WOKU CALA UBABA WAMI ASEMCANE KAKHULU WASHADA KAM MKONTO UGOGO WAMI UZE WATSHELA UBABA WAMI ICINISO UBABA WAMI SEKANE MINYAKA ENGU 96 KWANDLULA IVIKI WASHONA UGOGO KWATI UKUNDLULA LOKHO UBABA WAMI WAPHUMA KA MKONTO WAYO WAKHA UMUZI WAKHE WAZIBIZA NGOM MSIBI ANGAZI UKUTHI UNGUMSIBI BANI WAKUPHI UBABA WAMI WABIZA ABANTU BESONTO AZOBAZISA UKUTHI YENA AKASESE WAKWA MKONTO WAKWA MSIBI KWAPHELELA LAPHO MANJE MINA NGINGUM MTWANA WOMFANA NGEWA EKHAYA NGINABANTWANA BABAFANA ABABILI BAFUNA UKWAZI IMVELAPHI YABO ANGAZI NGITHINI OR NGENZENI NGICELA ONEZALULEKO ANGIBONISE
Msibi
Ndlondlo
Khatsidze
Sive’lesinamandla
Siveles’khulu
Bashise Ndlondlo inyoka eluhlaza
Mabuya, Mabuya Nengwe ne Ngwenyama
Gasa
Siwela
Wena loluhlata njengemacembe esicalaba
Khotsa
Ndabezitha!!
Msibi, Ndlondlo , khatsidze, Sivesikhulu, Emazomba asibekela adla umuntfu amshiya yedvwana, Msibi welusendvo , Msibi loluhlata lonjengemacembe esicalaba, Sontweni, Ndlondlo bashise.
sebenzle msibi msibi,ndlondlo ,cotshane ,ndumeytheni,wena owaduma emkhontweni
I’m living at free state so I don’t know much about my surname plz guys help me days my number for ways up 0730507308
Ndlondlo bashise,Mabuya, Sigasa,Ngonyama kaSiwela
Ndlondl’emnyama enophaphe ekhanda, eyadl’ ubulongwe yalibala, yaze yaficwa Sainte iziNdlondlokazana, Masibi hambani kancane, nilinde inkosi uGininda, esindwa yifa emahlombe ukube lisekhanda ngabe iyagijima.
Ndlabayela
msibi. ndlondlo emnyama namatsambayo. ndlondlo enobhebhethwane emhlane. matsambayo athandza tinyanga. ndlondlo. bashise
Ngicela zakwaMsibi eziphelele
Msibi,Ndlondlo,Kota,Mabuya abangasabuyi badiniwe basezibayeni zezikhuthali.Ndlondlo eyadla ubulongwe yalibala,kota lomuhle emataleni.Wena nyoka eluhlaza mabonwa abulawe,mbuya kayikhiwa,ikhiwa amayika amabili elesithathu lekudvundvutela bantfwana.Gasa wena weNgonyama,Ndlondlo enophaph’ekhanda.
NgiyaMbonga Msibi, ngisacela ungiphe Ezakwa Msibi eziphelele
msibi, Ndlondlo, habile kaCotshane, Ndumayitheni, KamabHengu, Habile, mabuya Tingangabuyi engonyameni, Zinkomo zalala tabheka entansi tabangama gebedzwna, Wena Sive eskhulu. Kathidze kaMomkhathi
Msibi, Ndlondlo, Habile kaCotshane, Ndumayitheni, KaMabhengu, Wena Wosendo, Mabuya Tingangabuyi engonyameni, Gase, Tinkomo Talala tabheka entansi tabangama gebedzwana, Wena Sive eskhulu. Kathidze kaMomkhathi, Wena Wosendo
Ngicela izithakazelo zakwa msibi
msibi.ndlondlo .bashise.khathide.mabuya gasa
Msibi
Ndlondlo
Mabhengu
Khathide
Cotshane
Ndumaytheni
Nyawoluhle
Olonyathela ekhaya nasethafeni
Siwela