Izithakazelo zakwa Hlatshwayo Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Hlatshwayo
Mhayise!
Ngwane!
Ngele!
Bogama!
Siyendane
Nina bakaNomapulet’ afanini
Nina bakaXhaphezumabuka
Mhayise wakwaNgelemuti
Kuyosal’ iziphunzi
Zisale zibaloyis’ abasizondayo
Nina bakwaMgogodlana
Nina bakwaSiyendane
Nina bakwaMaqaba.

1 thought on “Izithakazelo zakwa Hlatshwayo Clan Names”

Leave a Reply