Izithakazelo zakwa Sithebe Clan Names

Sithebe!
Habile!
Mkholwa!
Ndlandla!
Mlozi omuhle okhala ezintabeni abangwe yizingwe nezingonyama.
Nkhwankhwa lebovu, siyibone ngani siyibone ngokuthiba tintuli.
Sibotho sediye sakaNomtiba, Sithebe esimancancane.
Mabizwa ingonyama ehlathini.
Ndwandwe waseGudu, wena owaguduza izinkomo zamadoda.
Nina boNjinji,
Nkomo zabantu zidla nezomlungu omhlophe, uJantoni noBhostoli.

3 thoughts on “Izithakazelo zakwa Sithebe Clan Names”

  1. Ngibingelel futhi

    Cela kbuza Uma phupha I nkomo emyaka ekhaya bomama wakho I funa kukuhlaba kusho ukuthini?

    Reply
  2. Ngyabingelela

    Cela kbuza Uma phupha u shayela moto.
    Mase uyadilika

    Uyibone isihambe uthi uyayi gxosha ihambe kakhul cela kphendulwa bandla

    Reply

Leave a Reply