Nhlenyama
Bhodoza omuhle ngeyama
Ndabezitha
Sobethu
Menziwa wasemgazini
Mangethe
Mageza ngobisi abafokazane begeza ngamanzi ahlezi emlanjeni!
Choboka njengeqanda
Bolile wena owabola njengethanga
Mfula kawuwelwa uwelwa zinkonjane zabelungu eziphapha phezulu njengabelungu
Izithakazelo zakwa Nhlenyama Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso