Mayisela!
Mbonani,
Nkabinde,
Shiba Mlotshwa, shiba mkhulu, shiba ngezinyamazane,
Wena wakwaKhala,
Wena kaMancakadane nokaMaKhumalo
Mfaz’ omabele made, wena owancelisa ingane ingaphesheya komfula,
Mbonani umuhle ngezitho kodwa ebusweni babe bemnximfela,
Mbonani odumanjengezulu maliyohlasela kwabase dlum dlum!
Izithakazelo zakwa Mayisela Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Ngyabonga ningisizile ukuthola izithakazelo zami emva Kwesi eside.
Siyabonga, sicela uqhubeke uvakashele ikhasi lethu ufunde okuningi.
Ngisizakele kakhulu ekthen ngazi izithakazel zothandiweyo wam ngyabonga
Siyabonga, uqhubeke nokuvakashela ikhasi lethu ukufunda okuningi ngesintu.
Tnx ur website help me alot
Siyabonga, sicela uqhubeke nokuvakashela ikhasi lethu.
Syabonga kakhulu Bayede