Mapholoba!
Nyuswa!
Fuze!
Mavela,
Mafuz’ afulele njengemvula
Mashiy’ amahle sengathi azoshumayela
Dambuza
Mthabathe
Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela
Mavulankungu kuvel’ ilanga
Sididane!
Ngongoma!
Maqadi amakhulu!
Shangase!
Hlabisa!
Izithakazelo zakwa Ngcobo Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Ngicela ukubuza oNgcobo bahlukene yin ,mina ekhaya mengithakazelwa angibizi oMapholoba and zonked lezi ezijwayelekil ,ngithi Ngcobo,Fiso,Dlangwe,Nyanyavu KaBhontshisi,Nhlunu Emhlophe angaz enjani njan
Sawubona Muzi, sicela ubheke lapha: https://iafrika.org/umlando-wakwa-ngcobo-clan-names/
Nathi ekhaya sisebenzisa lezo izithakazelo.
ngike ngawufunda umlando wakwa Ngcobo njengoba ngiFuze elihle. Thina asihlobananga noShangase kodwa sasibavikele ezitheni sabanika indawo nokudla. Kumele umlando ubhalwe kwahle ngoba uNgcobo siyakwazi ukuganiselana nabakwaShangase
Shangase noNgcobo are actually blood brothers but Shangase slept with Ngcobo’s wife and got caught. Which explains why ningathelelani amanzi lol