Abantu bakwa Nzama kusengabantu bakwa Wosiyane. Imvelaphi yabo ikwaNgcobo, bahlobene nabantu bakwaDube, Nyusa kanye namaQadi. UNgcobo noMkheshane bazalwa nguVumezitha wakwaNyuswa bahlobene futhi nabantu bakwaShangase.
Abantu bakwaNzama Wosiyane baningi eMvoti. Ake selamanise amakhosi akwaWosiyane ngoba isibongo nesibongo umlando waso ulandeleka ngamakhosi aso. Amakhosi ahamba kanje: Nzama, Manjanja, Khumalo (kodwa hhayi Mntungwa), Mvakela, Mashiza, Ngombane, Mvakwendlu, Tshani (kodwa hhayi uNgwane). Kukhona nabanye bakwaWosiyane abazibiza ngoChamane.
Clan names
Gumbi
Gumede
Izibongo
Khambule
Mlaba
Mlambo
Mlotshwa
Msomi
Mthethwa
Ncube
Ndaba
Nene
Ngema
Ntombela
Nyoka
Nzama
Nzuza
Qwabe
Shembe
Ximba
Zondi
Zulu
Zungu
Zwane
Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!
May I remain anonymous:
Ngicela ukubuza, uma uphupha kukhona okunika imali, ezoyifaka e bank, ayifake ubone nge proof kodwa uphaphame ingakangeni kwi account yakho, lilokhu liphendelela ngabantu abahlukehlukene nesamba esihlukahlukene
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/isho-ukuthini-imali-emaphusheni-akho/