Maziya,
Gembe, Mkhabela,
Mcusi omhlophe izandla nezinyawo,
Wena wenjiki emnyama yasoHlelo,
Wabona ngani ukuthi injiki iwelile?
Wabona ngamanzi ukudungeka,
Wena wekunene wanginika ugaba,
Zaba mbili saphulelana!
Maziya,
Gembe, Mkhabela,
Mcusi omhlophe izandla nezinyawo,
Wena wenjiki emnyama yasoHlelo,
Wabona ngani ukuthi injiki iwelile?
Wabona ngamanzi ukudungeka,
Wena wekunene wanginika ugaba,
Zaba mbili saphulelana!
Izithakazeno Zakwa Sibeko nfoka salmane… Please help
I am so happy to find izithakaselo zakithi..Sibeko.maziya
Sibeko maziya mcusi mkhabela mcusi ohlophe izindla nezinyawo wena wayibona ngani injiki emanzini wayibon ngokudunga manzi mfazi mabele made ocelisela ngale komfula mcusi ompofu ngakara mcusi olomswane
izithakazelo zakwa xaba
Sibeko saMkhabelaMcusi Ntekati Maziya waGembe lomude kanaMakhanya mlaleliwangagara Kulila ngabona ngani ukuthi iNjiki isemacibini oHlelo ngabona ngamanzi ukudungana ukuthi iNjiki isemacibini oHlelo.