Izithakazelo zakwa Sibeko Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Maziya, Gembe, Mkhabela, Mcusi omhlophe izandla nezinyawo, Wena wenjiki emnyama yasoHlelo, Wabona ngani ukuthi injiki iwelile? Wabona ngamanzi ukudungeka, Wena wekunene wanginika ugaba, Zaba mbili saphulelana!