Izithakazelo zakwa Mahlaba Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Mahlaba!
Junda,
Mbonani,
Nhlangambili zingabantathu,
Ziyaqhoboka,
Silwa ngosana amadoda elwa ngomkhonto,
Wena kandingindwane odla imikatsha,
Wena oka mphazela!

Leave a Reply