Mzilankatha,
Nhlansi,
Gabadeli,
Onkatha kayingen’ endlini,, yangena kubol’ izinkaba zabantwana,
Zibizendlela,
Zikhali zeMkhonto,
Mlotshwa,
Khambule,
Mpangazitha,
Nina bakwaNkomo zilal’ uwaca, ezamadojeyana zilal’amankengana,
Nina bakwaMzila kawulandelwa, ukuwulandela -ukuzibambezela,
Won’ ulandelwa izinkonjane,
Nin’ enalandel’ ilanga laze layoshona kunina,
Mpangazitha!
Ncube abahle, yithi labo…
Sanibona ngidinga ukwazi I vela yakosidambe oncube ukuthi hlehle sivela phi
Cofa lapha ukuthola impendulo Izithakazelo zakwa Khambule
Ngicabanga ukuthi nivela kwa Zulu Natal
Gaja mfowe2
Gaja,mhluzi o’stapetape, Hanana
0789758270
Cela ukubuza ngingakwenzi ukushada kaNgcamu kodwa ngingowakaNcube
yebo bafo shada ungasabi
Anyone to example imvelaphi yabakwa Ncube abatholakala kwelase Zimbabwe. Our forefathers are believed to have left KwaZulu Natal under the King Mzilikazi kaMatshobane. Are we Zulus or Ndebeles?? Ongaba lolwazi ngemvelaphi yethu makasize……..
Ngicela ukwazi ukuthi uMabhodonga nguNcube na?
Linjani ngumaNcube ngidinga ukwazi imvelaphi y’all Ncube etshimba lingangisiza ngenkathazeko zakhona….bathi ezinengi yisikalana
0717537696
Mina ngingu Ncube Nzimande Ngonyam maphofu Sungulo oluzibunubun olwathung umuntu lwathung ingibo Nina bakamashiyaythegqe nkomen Nina basqundu kasisiphuki sisiphuka ngegeja ndaba thinake ngizwa kuthiwa saqhamuk ezanzi olwandle sazozinz eMakhamban eMtuba
Siyanibongela nina “Onkatha kayingen’ endlini, yangena kubol’ izinkaba zabantwana” Benazi nje ukuthi kulenkundla sibuye sibe nezincazelo zamaphupho, njenga nje incazelo ngezizathu zokuthi umuntu aphuphe ngamanzi? Ningabheka lapha: https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/
linjani bahlobo bakoncube mina lamimangi dingisisa incube inye kodwa mina kithi bathi singaboko ncube sidambe tshabuza nkwakhwa hanana omhluzi ostapetape maruzape pindazabapinde sizani zihlobongiya dideka.
Ulubonile nje lolulwazi oluphume ngesonto eledlule? Bheka lapha: https://iafrika.org/izinkomo-zamalobolo/
Buya phela kuyo lenkundla kulelisonto elizovumbuka, khona kusasa lokhu – thola ulwazi ngomlando ongajwayekile wemvelaphi yesibongo sakwaMpotshane!
Is there a Ncube yakwa Madlunga umagoye im kinda lost lana bcz ukhona umntu othi unguNcube yakwaMadlunga oMagoye
kunjalo qhawe/qhawekazi. UMadlunga liqhawe lasemaNcubeni elawela leviyo leNkosi uMzilikazi ngaseleBuTswana. Leliqhawe lacina lehlukene leNkosi eDongamuzi kweleZimbabwe. Besekuthi kuviyo elawela loGundanekumitha Ndiweni kwakulenzalo yasemaNcubeni eyayiholwa liqhawe ogama layo kwakunguMagonya onguye ozala iNdlu yakwaDakamela okuyiwona umsinsi wamaZilankatha odumileyo koMthwakazi.
Sibongile sihlobene
Hi Sibongile, you might be my cousin.
Yithi labo. we share clan names. I Ncube yako Gaja.
Guys please just ask the elders coz there’s no surname without other connection of other surnames people of long ago lived together thus why u will find a different surnames in it.. Mncube and Ncube are all Mzilankathas from Zululand
Ncube is one you can call yourself Khambule,
Zikhali
Mlotshwa
Ekugcineni you are a Ncube.
Sanibonani bengicela lingisize ngezithakazelo zami ngingowako Ncube bathi singabako Thendele koMzingwane
Ngizwa bethi kule Ncube yakwaMkhiwa lingaba lolwazi ngayo ngicela izithakazelo zayo
Ncube eNcube mhlophe eNcube edla phezulu phansi ngesaba ingcekeza eMzilankatha mzila kawulandelwa ungawulandela uyazibambezela umzila owehlula abazingeli ezikhali zemkhonto onkomo zilaluwaca ezamadojeyana zilala mankenganga onkatha ayingeni endlini yangena kubolizinkaba zabantwana
Kuhle ukwazi imvelaphi yethu let mdabuko wethu, proudly Ncube
All ncubes/mncubes are from eastern and central Zululand. They have since spread all over the world
Kuhle ukubona ukuthi sisafisa ukwazi ngemvelaphi yethu
Cha mfowethu asina budlelwane nabantu bakoNzimande
Mina nguNcube uGwande Nyonemhlophe Mzila kawulandelwa
Bo Mzilankatha uNzimande owakithi noma Cha.
Chabo MZilAnkAtHa , Khambule oNzimande akubona abakwethu
Aw onkatha bantu linjan sacelu kwaz izithakazelo zako Ncube ngokuphelele
sidabuka kuliphi ilizwe.
in the eMancubeni mountains in Zululand
hie please help me ngitema njani o ncube
This is very Interesting…! They is definately a connection between sum Zulu and Ndebele surnames.One thing i know is Ndebele and Zulu people once lived in harmony until Mzilikazi had a dispute with shaka zulu and led a a massive group to Bulawayo.Check out this Link below…..
https://www.globalblackhistory.com/2012/09/origins-of-the-ndebele-in-zimbabwe.html
The Zulus are Ndebele and Ndebeles are Zulus.
Nazi izithakazelo zakho zakwaZwane, bheka lapha: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwazwane/
Bomzila Nkatha Mina fisa ukwazi imvelaphi yethu where do we came from. U can whatsapp me 0731612112
I am a Ncube too
can someone call me with regard the families of my late father LAWRENCE NCUBE and my phone number is 0763174131 .
Mahlabezulu nina bomzila awulandelwa thina sidabuka kwazulu Natali kulapho kukhona inkaba ZABO KHOKHO bethu
hi can some one assist me, i wish to buy land home where the Ncube Clan reside in Kwazulu, can anybody helpme. Nozipho Ncube
My late father’s name is Solomon July Ncube he was from Zimbabwe by the time it was called Southern Rhodesia I am willing to know my forefathers land he was buried here in South Africa 🇿🇦 unfortunately I don’t have any contact with any 1 of his family I do have his picture my contact number is 0714006373,I am a police officer stationed at Zeerust saps North West
thats me baby
UNcube no Nzimande bukhona yini ubudlelwane?
Ngikhule ubaba nasemndenini bewusho
kodwa abanye oNcube angibezwa bewusho
Which country are we from
IZikhali is spreading over the world same of us we are confused
Really ohh mins nje sengimangel ngi search uZikhali kuvela iNcube
Hi my name is Masadi Mpekoa/Mbekwa i would like to know more about the Khambule’s,Langa,Mzilankatha where did they originally came from?That is isiduko/isithakazelo sa se khaya leso
No we are not related.
No we are not related.
NGABE O NCUBE BAYIZOHLOB YIN NAKWA MAGUBANE NGICELA UKUBUZA LOKHO.
thats me .Mzilankatha,gabandela,mpangazithanhlanti.omzila
Ncube ulucly lo wendli ka masocijile njengenalithi. Empembeni ngokufabuka ozala igabazonke owaziwa . Ngohazi zamadoda ozala mina. Ñgifisa ukwazi izimdlu ezodlelana nendlu yase nansinil
Mina ngingu Ncube umzilankatha uzibi zendlela eziswele abatshanyeli umncube omude umzilankatha thina esihlala entabeni esibona kuqala ilanga kunazo zonke izilwane zasendle yithi abantu esivala ngekhanda labafokazane emnyango