Duze,
Seyama,
Ndaba,
Gayela,
Luvuno nina enavuna aMambatha ebulawa kwaZulu
Nina bakwaSibiya ngenkomo noma iyondwa uboyivalela ezinye ziyoyizwa ngomoya,
Mawufuna uDungankomo uzomthola ngaphansi kwesihlahla somsasane, uthi nangu uNdaba, nangu uGayela!
Izithakazelo zakwa Duze Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso