Uma kuzohamba umuntu emhlabeni kubakhona izimpawu ezishoyo ukuthi kukhona okuzokwenzeka. Kunamaphupho akuvezayo ukuthi kunomuntu ozohamba emhlabeni. Omunye abe nenhlanhla ngisho nokumbona umuntu lowo ozohamba emhlabeni. Ukufa yinto engeke siyivimbele ukuthi ingenzeki. Kweminye imindeni bakhishwa yizisu bonke ngesikhathi esifanayo. Abanye abantu bona bashaywa uvalo kodwa bungekho ubungozi.
Ukufa
- Uma uphupha udwendwe noma ngesinye isikhathi uphuphe kushada umuntu noma umbone ukuthi ngubani oshadayo kuyenzeka ukuthi kushone lowo osuke umbonile.
- Uma uphupha kunesivunguvungu somoya omnyama kube sengathi kuyabophana esiswini. Noma kanjani kukhona ozohamba, umuntu wakini ozalwa naye esiswini esisodwa.
- Uma uphupha ukhokhela umuntu wemoto imali kodwa imoto ihambe njalo ingami uze uphaphame. Usuke uphuphela umuntu wakini kungaba yingane yakho oyizalayo.
- Uma uphupha umuntu omaziyo ehamba ngemoto engehliki kuyona, lowomuntu uyahamba emhlabeni.
- Uma uphupha kunabantu abaningi behlanganyela umuzi bewakha ngokushesha. Kuba ngumakhelwane wakho, umngani wakho omkhulu noma umuntu omjwayele nje.
- Uma uphupha ibhokisi lomngcwabo nemoto yasemakhazeni. Kungashona umuntu wakini noma umakhelwane.
- Uma uphupha izimpahla eziningi zokugqoka nempahla yasendlini endala. Kukhona ozohamba emhlabeni.
- Uma uphupha amanzi amaningi ekungaba ahlanzekile noma angcolile kuchaza isifo. Amanzi angcolile ayasibika isisu noma umuntu okhulelwe.
Ngicela ukubuza kuchaza uma umzali wakho ekuphuphe ushonile?
Lokho kusho ukuthi usazophila isikhathi eside.
Ngyabingelela. Ngiphuphe kunetende elimhlophe elikhulu egcekeni lasekhaya, engabe lisho ukuthini leliphupho?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngendlu nekhaya
Thokoza ngicela ukubuza lapho uyena muphi umuntu kumele bhek izinto zakh kunephupho lapho umuntu phupha abntu bayatheza izinkuni babili bese Kuba khona driver wemoto uyashayel yena akathezi izinkuni?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokutheza
Thokoza, ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha amajuba amnyama elandelwa izimpukane eziningi
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngamajuba
Ngiphuphe umngani wami wakudala nje esikhule naye…kungathi ungivakashele ekhaya kodwa manje ebukeka njengomuntu ongekho mnandi, nakhona uhambe engavalelisile..ingabe lokhu kuchaza ukuthini?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngabangane
Sanibonani bengicela ukubuza uma uphupha ugogo wakho owashona siyongcwaba umkhulu kodwa washona kodwa besiyomncwaba futhi ephusheni kuchazani?
Sinolwazi ngamabhokisi okungcwaba kanye nezinhlobo
Sawubona akaphumulil umphefumulo wakh uyantanta uthwentshuliwe yingakh ubon engathi uyogcaantshwa futhi ngob naqhib umzimba umpefumul wakh usantanta
Thokoza, ngicela ukubuza ngiphuphe ngigijimiswa abantu ngezibhamu bangifuna high and low , mangithi ngisabhekile sengigcoke I jacket ka matric engiyithethe kumunye umfana, mind you ngicede isikole 2015, loyo mfana athi uyawathengisa lama jacket ngithi kuye ame ngiyeza ngisayokhuluma nobabami, mangisaya kubaba ngithola ikhanda lakhe kodwa umzimba awukho, ngakhala kabhlungu. Cela incazelo yokuthi kusho ukuthini loku ngoba nesimo sasekhaya asisemanga kahle.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesibhamu
Sawubona ngicela ukubuza . kusho ukuthini ukuphupha isoka libulala inqwaba yamadoda lingivikela. kokubili amadoda amhlophe namnyama? bese ephonsa lamadoda emanzini angcolile. ngokuhamba kwesikhathi batholwa ngamaphoyisa kodwa ezinye izidumbu zatholwa ngamaphoyisa endaweni yakhe. then i ex boyfriend inami futhi ibona esinye sezidumbu zomunye wamadoda abengihlasela kanti lendoda ibipende umzimba wayo wonke ubemhlophe. isidumbu sakhe satholwa umlomo uvulekile ngaphansi kwempophoma.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngamaphoyisa
Thokoza
Kuchaza ukuthi Uma uphupha ubhuti wakho ezibulele
Bese wathi uzolanda umunye umuntu.
Ngisesithenjini ngingu number 2 lowesine akakongeni kodwa sesiyamazi ngimuphupha sihlezi sixabana Mina naye ngisuke ngingamufuni nala ahambe khona… Ngicela ongangichazel ukth kusho ukuthi ngami naye
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokulwa
Thokoza.
Kuchazani ukuphupha ugibeele ibhasi beliza lama ngagibeela lahamba ibhasi ngizibone sengigibel iTrain ngehla mayifika station.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngebhasi
Kuchaza ukuthi konke okwakho kuhamba Kahle indlela zakho ziklini
Kusho ukuthini ukuphupha umama wami eshonile?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomama
Ngiphuphe kungcwatshwa uSisi ngisebenza naye
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemingcwabo
Sanibonani. Kuchaza ukuthini ukuphupha umuntu othandana naye eshonile
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngothando
Kusho ukuthi I ukuphupha UMama wakho eshona
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Ngiphuphe kunabantu abaningi ekamereni elilodwa kungathi kuyaculwa abanye bayaphuza khona la kugcine kukhona nabashayanayo
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokucula
Ukuphupha umamezala eshonile esebhokisini ?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngomamezala
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ufaka impahla entsha endlini usizwa umuntu oyinyanga ngokuyifaka
Ngyabingelela cela ukbuza kusho ukthini ukuphupha uxoshwa emsebenzini
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngomsebenzi
Thokozani bogogo nomkhulu. Ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uhamba no Present nilalele umsakazo, bese khukhulunywa kububulawa kwabantu. Khona lapho uzibone ususesitolo. Kufike abantu bavulele ngenhlanvu nilale phansi ngezisu. Badubule bethathe abakufunayo. Bese beyahamba.
Kusho ukuthini uma uphupha yngaqgokile kodwa uphuma kogeza
Cofa lapha ukuthola ulwazi https://iafrika.org/amaphupho-ngokugeza/
Sanibona., uMa ekhaya uthi uphuphe kukhanya ikhandlela elilodwa emsamu kodwa manje bekunento emboziwe, embozwe sa bhokisi uma kushone umuntu. Bengicela ukuchazelelka ngaleliphupho. Ngyabonga
cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngebhokisi/
Sanibona
Kuqonde ukuthini uma uphupha umuntu ohamba ngemoto emhlophe?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngemoto/
Sanibona!
Ngicela ukubuza, kusho ukuthini uma ngiphupha singcwaba ubaba wami owashona 2018 kodwa manje simngcwabela kabo mama ozala mina . Kulelophuphu ngikhala ngingathuli ngoba izimoto zingishiyile angizange ngikhone ukuyongcwaba ubaba
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngokuzwa-ukukhala/
Cela ukubuza
Namhlanje ngiphuphe nginomama obonayo sisemfuleni ephethe amanzi ngebhakede elimhlophe wangitshela ukuthi ngempela nginomndawe…
Secondly ngiphuphe iskhova
Thirdly ngiphuphe umkhulu wami osewashona ngimubona ekhuluma sikwake emakhaya wase ngakhonjiswa indawo okumele ngakhe kuyona
Forthly ngiphupha ngiseskoleni sifunda almost all the time
Isikhova sisho isifo, cofa lapha ukuthola olwazi olwengeziwe https://iafrika.org/amaphupho-ngomfula
Ngiphuphe mnyen wami eginqike nge moto yamcindezela ngakhala mn ngathandaza ngaze ngaphaphama ngithandaza sacela ukubuza kuchazani
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngemoto
Ndicela ukubuza kuthetha ukuthini ukuphupha umntu ongasekhoyo ekufownela abuze omnye wabangani bakhe kuwe….again namhlanje ndimphuphe ebuza ubhuti wam efownini futhi usena 1 week engcwatyiwe and asibona abangani kangako but we used to talk naye uyazana kakhulu nosisi wam nam ndyabazi obhuti bakhe
Leli ho lisho ukuthi laba abangasekho khona umlayezo othile abafuna ukuwudlulisa kuwe.
Kusho ukuthini uma uphupha uwina imoto?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngemoto/ kanye nalokhu: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuwina/
Ngicela usizo, ngiphuphe umshana wam wentombazane eshonile. Una 5 years
Leli phupho lisho inhlanhla, nalu olunye ulwazi ngalo https://iafrika.org/amaphupho-ngezingane-ezincane/
Kusho kuthini ukuphupha umuntu avuka ekufeni
Ngiyabingelela. Ngisacela ukubuza kuchazani ukuphupha ushayiswa yimoto kodwa ungalimali
Nansi esinayo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngemoto/
Kusho ukuthini ukuphupha igibele ibhasi egijimayo wabona nabantu besonto phandi…yase yaginqika ibhasi
uma uphupha usemathuneni ngabe kuchazani lokho
Ungabheka kule ngosi emayelana nokuphupha ngamathuna: https://iafrika.org/amaphupho-ngamathuna/
Ngisacela ukubuza ngiphuphe omunye umkhulu engimaziyo ahamba ngemoto eseyimoshekile kwathi kusese kwase kuvela my ex school mate adakiwe ngase ngiyamkhapha sicoca masengibuyela ekhaya ngithola loya mkhulu ohamba ngemoto yeskorokoro mangingena endlini ngithola abantu abaningi futhi bayacula kubo labo bantu bekunogogo wami owashona ngase ngifuna umtwana wami ngingamtholile ngavele ngaphaphama ingabe lisho ukuthini lelophupho?
Ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha amawele 2 abafana 2 amantombazane ube uvele uzithwele
Kushukuthini ukuphupha umama wami ongasekho ephakathi ethuneni lakhe ebhokisini esaba mathambomhlophe?
Nalu ulwazi esinalo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
ngiphuphe bengikhipha insonyama bayikhatha phakathi eyodwa bayifaka esandleni sakwa left le enye ngayephatha ngandla sokudla
Nanku esinakho ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyama-yenkomo/
Kuchazani ukuphupha umama wakho osaphila umuphupha engathi ushonile. Kuleli phupho bengisemotweni nabantu engingabazi bekhalisana nami. Imoto yafika yama kumuzi kababa omdala ngafika ngamutshela ngoshona kuka mama.
Inhlala umamakho usazophila iskhathi eside
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha Yolanda izinkuni ngemoto yomusebenzi imufikakuzo ufice sezilayishwa ngomunye ohamba ngalemoto efananale ohamba ngayo?
Nayi indaba esinayo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngemoto/
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu egqoke inzila emnyama
Kuchaza ukuthin ukuphupha uphethwe isiyezi uzwe ngath uyashona?
Nakhu esinalo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuzizwa-ungajabulile/
Kuchazani ukuphupha umuntu osewashona emndenini ethi ucela intethelelo?
Nalu esinalo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Ngumuntu wesifazane, ngiphuphe ngigqoke izingubo zabantu besilisa ezinhle. Kazi lokhu kuchaza ukuthini?
Mhlawumbe ungafunda lezo zona: https://iafrika.org/tag/izingubo/
Ngiphuphe isipoki ngisinika imali eyisiliva ngasitshela ukuthi asihambe anginalutho lwaso
sahamba ke sathi sizobuya futhi emva konyaka owodwa bekuyimali engango 6rand no20cents ababili
Ngabe lichazani
Kuchazani ukuphupha usemncwabeni uphethe ibhokisi lomuntu oshonile. Leli bhokisi bengilibambisene nabanye.
Nansi incazelo lapho ubona ibhokisi lomngcwabo ephusheni lakho: https://iafrika.org/amaphupho-ngamabhokisi-okungcwaba/
Ngcela ukbuza kusho ukthin ukuphupha abantu osebenza nawo kuze kube kabili
Uma uphupha umyuntu wakini ongasekho okucela imali bese uyamnika kuchazan
Nansi incazelo esinayo lapho uphupha umuntu ongasekho emhlabeni: https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abasebafa/
Ngisacela icazelo lapha, ngiphuphe ubhuti wam useneminyaka ewu 7 adlula emhlabeni. Ngiphuphe eshonile futhi kodwa vele kade ashone kungabe kuchazn
Ngicela ukubuza uma uphuphe kuwumgcwabo kagogo wami bekhona bonke abantu basekhaya asebashona
Lapho uphupha ngabantu abangasekho emhlabeni, nansi incazelo: https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abasebafa/
Ngicela ukuchazelwa, ukuphupha uwine imoto izikhiye uzinikwa umuntu othandana naye.
Nansi incazelo esinayo lapho uphupha imoto: https://iafrika.org/amaphupho-ngemoto/ Ukuphupha uwina khona kungasho lokhu: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuwina/
Ngiphuphe umuntu eseshonile evukile ekufeni.
Siyabonga! Ulwazi esinalo yilolu osulufundile. Ulubonile nje ulwazi esilukhiphe ngesonto eledlule? Bheka lapha: Amaphupho ngezimpisi: https://iafrika.org/amaphupho-ngezimpisi/ Izithakazelo zesibongo sakwaMadinane: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwamadinane/ Ukwazi kabanzi ngesiphandla nenyongo ukuthi ngubani osifakayo, sifakelwani, sifakwa isikhathi esingakanani? Bheka lapha https://iafrika.org/isiphandla-nenyongo/ Kulelisonto elizoqala kusasa kuzophuma ulwazi olusha, ungaphuthelwa: Sizochaza umhlonyane (isigaba empilweni yentombazane). Sizokhipha izithakazelo zesibongo sakwaBhebhe. Sizonika incazelo yamaphupho ngezinkonjane.
Ngiphuphe umyeni wami ehamba namakhehla ethi uzovalelisa ngaba kuvhazani lokhu
Lapho uphupha ngekhehla noma isalukwazi, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngekhehla-noma-isalukwazi/
Ngicela ukubuza ngiphuphe izinja zami ezimbili zifile ziphuphuma amagwebu engathi zidliswe ushevu,ngikhala kabuhlungu ngenxa yazo kungabe kuchazani ngoba angizikhumuli nasebusuku zihlala ziboshiwe
Yilena incazelo esinayo ethinta ushevu: https://iafrika.org/amaphupho-ngoshevu/
Ngiphuphe ugogo wami esewadlula emhlabeni esebhokisini eshonile kungathi sizombona kodwa kulelibhokisi phakathi bekunamanzi elele kuwo ngafikelwa umunyu ngakhala emva kokuba ngimbonile
Ulwazi esinalo lapho ephusheni lakho kunebhokisi lomngcwabo yilolu: https://iafrika.org/amaphupho-ngamabhokisi-okungcwaba
Uma uphupha ngomntu wawu thandana naye etshatile enxibe amadakhi kuthetha ukuthini
Ngiphuphe owesifazane ekhulelwe kade ngisisa ukumbelethisa waze wabheka phansi wakhipha ingane yentombazana ebinomgexo obhalwe igama layo, ngabe kusho ukuthini?
Bheka lapha ngamaphupho ngokuzala: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuzala/
Ngiyabingelela kusihlwa, ngicela ukubuza ukuth kusho ukuthin uma uphupha ubulala umuntu. Kuleliphupho sengiphuphe ngibulala abantu izinsuku ezilandelanayo futh kokunye kube umuntu wesifazane engimbulalayo engingamazi, izolo kube umuntu engimaziyo. Ngicela usizo bo angisakwazi nokulala kahle.
Incazelo ngamaphupho ngokubulala esinayo yilapho khona kunguwe ophupha ubulawa, njengoba ubona lapha https://iafrika.org/amaphupho-ngokubulala/
Kubukeka sengathi udaba lwakho lungaphezu kwezincazelo zamaphupho, lujulile futhi ludinga uthole usizo ngokuphuthumayo. Ludinga ukhulume nomuntu umlomo nomlomo – zama ukwenza lokho ngokuphuthumayo ukhulume nomethembayo noma abosizo lwezenhlalakahle, noma abomthetho, noma abesonto lakho, noma obethembayo besigodi noma umakhelwano wakho, noma abazali, umngane, isihlobo kumbe ozalwa nabo. Phakathi kwalababantu kufuze kube khona ongamxoxela lendaba. Uma ungakakwenzi akukholakali ukuthi ukukhuluma kuwusizo kanjani, umuntu uze abone lapho esekhulumile esezwa umthwalo wehlile. Ungazizwa sengathi yinto yakho wedwa lena, futhi akusho ukuthi ungumuntu omubi, cishe kuyenzeka nakwabanye abantu bafikelwe yimicabango kumbe amaphupho akhathazayo. Kungenzeka yisimo obhekene naso empilweni, qina, konke kuyedlula emuva kwesikhathi (noma kuyaye kungabonakali kanjalo ngesikhathi imicabango yethu isakhungathekile). Ungakhohlwa futhi nokuzikhumbuza izinto ezinhle ezikwehlele ngaphambilini empilweni, kanye nabantu obathandayo nabakuthandayo futhi bethembele kuwe. Siza ulusukumele phezulu loludaba. Ngikufisela inhlanhla.
Uma phupha wonwabile nomntu wako niqabulana kamnandi isho kutini leyo ?kuba oko ndiphupha njalo kodwa mntu wam asisavani akandifumani pofu akuko siza thuso.
Ake ufunde lapha, cishe uzoba nencazelo nokuqonda kangcono ngephupho lakho: https://iafrika.org/amaphupho-okuphonswa-noma-okusongelwa/