Ukuphupha abantu esebafa imvamisa kusho izinto ezimbi. Uma bevuka bephila futhi kusho ukuthi kungenzeka ukuthi kunenkathazo ezayo kuwe. Uma behlobene nawe kusho ukuthi kufanele uyeke ukwenza izinto ezimbi kungenjalo uzoyithola usenkingeni.
Uma uphupha omunye wabantu bakini abangasekho emhlabeni, lokho kusho ukuthi basuke benomyalezo abafuna ukuwudlulisa kulabo abasaphilayo. Kuyenzeka bakhale ngokuthi balambile, lapho-ke kusuke kumelwe kwenziwe umsebenzi kuhlatshwe imbuzi, inkomo noma izinkukhu ukuze badle.
Ngicela ukubuza ukuthi uphuphe ngathi ubizwa umuntu wesfazane umthole ewasha engathi uyakubhulela ethi kuwe kunabantu abakubophela amanqina enyathi engathi uzoboshwa 4years ,kodwa akukhandele isiwasho athi ugqume ngaso ukuze lezinto zingasakulandeli
Kuchazani ukuphupha ubaba ongasekho engiyekisa ukuyophaka kwagogo ozalayena bethi ngizophaka kanti bafihle ingane yami kuleyondlu abakuyo
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngabantwana
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha izalukazi eziningi ongazazi, no gogo wakho osaphila naye ekhona lapho. Zonke lezalukazi zigugile and bengizi hug.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekhehla noma isalukwazi
Kwenziwa njani uma uzokwenza umsebenzi womuntu owahamba emhlabeni. Uhlaba ini? Imbuzi noma iNkomo kumbe kokubili
Cofa lapha ukuthola impendulo Inhlambuluko
Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini uma uphupha umfowenu ongasekho umcela ukuthi akusalele nengane yakho encase antibiotics nenkinga a vele avume ukukusalela nayo
Hello ngicela ukubuza, ukuphupha ugogo wakho ongasekho emhlabeni ekhuluma nawe kodwa ekufulathele kusho ukuthini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekhehla noma isalukwazi
Kusho ukuthi ukhona umoya omdaka onivimbayo nincokole or akonwabanga apho akhoyo ngoku akakwazi ukuthetha kakuhle or Wena khona into ekuqhwalisayo ukuba ungathethi naye. Kufuneka uziqonde nakumuntu omhlophe ukuba uyaqhubeka uphupha lawo maphupha kakubi.
Ngicela ukubuza uma umakhelwane wakho ephupha umunt wakini ongasekho efuna ingane yak he
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngabantwana
greetings.
kusho kuthini ukuphupha no baba wami ose wa shona e dlala ibola na bantwana bancane ejabulile egcoke i shirt eli blue ne brook elimhlophe eduze na bonde(wall) eli akhiwe ngamatshe ne pavement?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngabantwana
Amaphupho ngenjabulo
Amaphupho ngobaba
Ukuphupha owakini osewashona ekwanga ethi konke kuzolunga kuchaza ukuthini
sawubona ngcel ukbuza, ngaphupha ugogo wam ozala umama wam esekhaya endlini engaphandle emhlophe phakathi naye efake izingubo ezimhlophe ehlezi estulweni eceleni kwakhe kwakume umzala wam dan kube nento esanogwaja like eyislwane esincane esihle esimhlophe, kuthiwa sonke asize sizombona siloku singena nga 1 nga1 ngabe lichazani?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngekhehla noma isalukwazi
Amaphupho ngonogwaja
Sawubona okunye ukuphupha izingane ezikhulile enye yazo uyagula uyaphalaza ngathi lompalazo uyangithela, nokuphupha sivula udustbin lodustbin unezingobo zokugqoka ezingcolile ungcolile nawo kuphupha nezibungu Uma siwuchitha phansi.
Cpfa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngezingane ezincane
Unjani kusho ukuthini ukuphupha umtanami womfana ongasekho engcolile ngathi ngiyamgeza ngamanzi aclean angenalutho unqunu kodwa ngibona intsila ezinyaweni sengithi kungcono ngibeke amanzi ngizombhavs
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngokubanqunu
Ngiphuphe umzala wami ongasekho engikhipha engyisa emazweni aphesheya kwezilwandle
Kusho ukthini ukuphupha umuntu wakini ongasekho egula. Ekhala ngesbhobo bese uyamthandazela athi usengcono bese eyalala
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngokuzwa ukukhala
Ngicela kubuza kuchazani ukuphupha umuntu osashona nje ngami ngiphuphe ugogo wami ngathi be buzy ekhipha ingane endlini isha kodwa yena wagcin engaphumanga.Ngakhala kanti akashonanga uyaphila.Ngyabonga
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomlilo
Kusho ukuthini ukuphupha utshontshelwe izimpahla bese ukuqhamuka umkhulu wakho ongasekho ukulethele ukudla (isinkwa)
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokudla
Ngicela ukubuza kusho kuthini ukuphupha ugogo wakho ozala ubaba osashona kungathi uphatheke kabi ngawe but angakhulumi lutho
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngekhehla noma isalukwazi
Cela ukubuza ngabe kusho ukuthini ukuphupha uvakashele abakini asebashona emathuneni?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngamathuna
Amen gogo, mina ngicela ukubuza ukuthi lisho ukuthini iphupho likugibela imoto egijimayo ibe inogogo wami ongasekho mese kuthi iyabhajwa endleleni iphume uphetroli ngphuma, uma ngithi ngifuna ukusiza ugogo wam ugogo avesane athi.”Gugu MI ingane”
Ngicela incazelo
Ngyabonga
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngemoto/
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantwana/
Ma uphupha umkhulu engathethi kodwa mna ngithi Kuye kwakhe izindlu azikho kufunena kuqala sakhe ironti be two room
Cofa lapha ukuthola incazelo yephupho lakho https://iafrika.org/amaphupho-ngendlu-yotshani/
Kuchaza ukuphupha umama wam osewashona engifica ngihlez phandle angidlule angasho aye endlini mefika endlin angibize uma engibiza unamabala abomvu ebusweni ethi kimi ” yaz la ebengikhona bengihlezi ngicabanga ngawe
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngobuso
Ngicela ukubuz kusho ukuthini ukuphupha umunt osewashona kodwa nimngcwaba ka busha
Cofa lapha ukuthola ulwazi https://iafrika.org/amaphupho-ngamabhokisi-okungcwaba/
Sanibonani ngcela incazela kusho
Kusho ukuthini ukuphupha ubaba wezingane zami ongasekho ehlezi embhedeni wami Mina ngiguqile ngikhuluma nabadala bakithi Tena evuma lokhu engikushoyo abuts angitshele ukuthi ngikhuluma ngithini
Kusho ukuthini ukuphupha ugeza nomkhwenyana wakho osashona nigeza ndawonye
Codfa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngokugeza/
Kusho ukthini ukuphupha umuntu wakini ongasekho bemgwaza ngapha Mina ngichitha inkukhu
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenkukhu
Ngicela incazelo, ngiphuphe ngihamba emgaqweni nomzala wami kwakhona ubaba obonayo engibuza kuthi ngabe nginomntwana yini ngithi ngisaphendula wabaleka ngamulandela saze safika endlini yakhe esengaphakathi Evalile waphenduka waba umntwana mhlampe oneminyaka eyishumi egqoke ihembe elimhlophe, sacela kuba angisize. Uthe esephuma esivulela wahamb wayothatha okuthize wabuya eseyikhehla elinqunu sisathuswe yilokho ngavele ngaphaphama
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngabantwana/
Ngicela ukwaz kusho ukthini ukuphupha umkhulu wengane yam ongasekho,nam angimazi but ephuphwen ebengumuntu engimjwayele, ngimphuphe ngimbonela kude ngaphesheya ehamba yedwa, ekhokhoba kwasa muntu ogulayo eze abambe isifuba..umndenj awujwayele ukumphupha ,kanti wayehambe edutshuliwe. ngyabonga.
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngokugula/
ngicela ukbuza uphupha ushaywa inyoka eluhlaza bese iphelelwa yizazi kodwa isaphila ingene emanzini besenawe ukhumule ungene khona kuchaza ukthin lokho
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-eluhlaza/
Ngicela ukubuza ukuthi uma uphupha ugibele itaxi nobaba wezingane zakho osedlulile emhlabeni nijabulile nje nigonene. Izingane zona zingasale zizidlalela ngemuva zingahambi nani?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngetekisi/
Bengicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha abantu abangasekho bomndeni nengingahlobene nabo kodwa bangasho lutho olutheni kube ukuthi ngiyababona nje kuphela kulelophupho?
Uma uphupha omunye wabantu bakini abangasekho emhlabeni, lokho kusho ukuthi basuke benomyalezo abafuna ukuwudlulisa kulabo abasaphilayo.
Ngicel ukbuza kusho ukthini ukuphupha ubaba wam ongasekho engfonela kwab miss call ngase ngimfonela mina wangbuza impilo saxoxa kahle nj. Benghamba sengphuma eskolen ngase ngimfonela mina wangbuza impilo saxoxa kahle nj. Ubaba bekungath usemsebenzin ngoba sithe sisazxoxela ngezwa sekukhulum umlungu ecelen engath ebethetha ukuth ukhulum nefoni kanjan esemsebenzin ngezwa lokho mina ngase ngicisha eyam foni ngoba ngingafuni kumfaka enkingen. Lanqamuk lapho iphupho. Ngicel ongangichazela leli phupho
Ngifisa uku chazeleka ukuthi kusho ukuthini uma uphupha ngo sbari rakhi ongasekho emhlabeni ephethe ishlangu no bhoko , usathi uyakhuluma naye ungamuzwa ukuthi uthini. Umlomo wakhe umhlophe no limi engathi lupendwe ngo chock omhlophe.
Cofa lapha ukuthola ulwazi https://iafrika.org/amaphupho-ngemilomo/
Cela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha umuntu ekubingelela
Ngicela ukubuza ngiphuphe ubaba wami ongasekho engabantu ababili (ephindeke kabili befana nje ncamashi) befuna ukubulalana bobabili labantu omunye ekhombe omunye ngesbhamu
Cofa lapha ukuthola impendulo yephupho lakho https://iafrika.org/amaphupho-ngesibhamu/
ngicela ukubuza kusho ukuthini uphuphe umma wami ethi angibofaka isifonyo noma ngiphuma ekhaya ngingasigumulu ngizengifike la ngiyakhona
Ngcela ukbuza kusho Ukthin ukphupha umuntu osewashona owawuthandana naye washona ehamba nawe. Ubejabulile ukungbona ngiryt kodwa ngthe ngimbuza ngo kwenzeka eshona wavele waphatheka kabi khona lapho u nkoskaz wakhe usaphila kodwa u bengbuka nje engbuka ngeso elibi
Uma uphupha omunye wabantu bakini abangasekho emhlabeni, lokho kusho ukuthi basuke benomyalezo abafuna ukuwudlulisa kulabo abasaphilayo.
Ukuphupha abantwana abancinci (amasana) ekuthiwa bazibulele. Bombhathiswe ingubo.usana ngalunye lulele ezantsi ke bhafu enamasimba abantu?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngabantwana/
Ngicela uk’buza, Ukuphupha uMam’ncane wami osashona egula kakhulu, kuchazani?
Ukuphupha abantu esebafa imvamisa kusho izinto ezimbi. Uma bevuka bephila futhi kusho ukuthi kungenzeka ukuthi kunenkathazo ezayo kuwe.
Ngicela umubuza. Kuchaze ukuthi I uma ngiphupha umalume wami ongasekho efika ekhaya wahlala evrande ethi womiwe,. Ufika nje vele uyagula.
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngokugula/
Cela ukbuza kusho ukthini ukuphupha anti wakho ongasekho kanye nomuntu othandana naye bekukhombisa omunye umuntu othandana nomuntu wakho athi umuntu wakho unithanda nobabili kwingane kuchaza ukuthi basathandana???
Cofa lapha ukuthola ulwazi https://iafrika.org/amaphupho-ngezingane-ezincane/
Ngicela ukubuza ngabe kuchazani , ngiphuphe ngise skhatjini ngopha kakhulu , sengize ngangcolisa kwazingubo ebengilele ngazi , Uma ngise bathroom ukuthi ngishintshe , kwase kuqhamuka umama wami ongasekho , engilekelela . Ngaphinde ngazingcolisa kulezi engizigqokayo , Wade engiphica imlenze we pyjama ebengilingcolisile ukufihla ibala.
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/ukuphupha-usesikhathini-noma-uya-esikhathini/
Isichitho leso
Ngicela ukubuza ukt Uma baba wakho ephupha ku nomsebenzi ekhaya bese kuvela ingane incike eduze kwa gogo wayo vele lengane yaphuphuma kuvele kusezinhlelweni zokuyenzela Izinto zayo ezidingayo njengoba kwenzeka kanje.. Ngiyabonga ngisazophendulwa
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu osewashona efika endlini, engakhulumi kodwa edla kuphela non stop. Kwafika ugogo wafike waklina amakamelo alapho endlini?
Uma uphupha omunye wabantu bakini abangasekho emhlabeni, lokho kusho ukuthi basuke benomyalezo abafuna ukuwudlulisa kulabo abasaphilayo.
Kusho ukthini ukuphupha umama wakho ongasekho e cleaner, izingane zimuphazamisa zincolisa ngokudla, ngafika mina ngamusiza kwaze kwaba clean. kodwa kuthe sekuhlwa kwaba mnyama wahamba.
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngobumnyama/
Salibonani , ngiphuphe umama wami ethi kimi ungashiyi umendo qinisela usemncane
Uma uphupha omunye wabantu bakini abangasekho emhlabeni, lokho kusho ukuthi basuke benomyalezo abafuna ukuwudlulisa kulabo abasaphilayo.
Ngiphuphe ngikhathazekile umama wami ethi kimi ungashiyi umendo usemncane kungabe kuchazani ?
Uma uphupha omunye wabantu bakini abangasekho emhlabeni, lokho kusho ukuthi basuke benomyalezo abafuna ukuwudlulisa kulabo abasaphilayo.
kusho ukuthin ukuphupha umuntu wakini osashona, engena endlini ephelezelwa abakini abasaphilayo?
Uma uphupha omunye wabantu bakini abangasekho emhlabeni, lokho kusho ukuthi basuke benomyalezo abafuna ukuwudlulisa kulabo abasaphilayo. Kuyenzeka bakhale ngokuthi balambile, lapho-ke kusuke kumelwe kwenziwe umsebenzi kuhlatshwe imbuzi, inkomo noma izinkukhu ukuze badle.
Kusho ukuthini ukuphu umtwana one albinism noma umuntu omdala kodwa one albinism
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngabantwana/
Ngicela incanelo. Ngiphuphe uma ongizalayo osewashona, eshonile elele ngoshangothi amehlo avulekile uma ngidlula eduze kwakhe ecwayiza ebheka ngakumina.
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngemingcwabo/
Ngicela ukubuza, uchazani ukuphupha ugogo wam ozala uma, ongasekho elele sesisu embedeni, engathi uzimoshele, ufuna ukusulwa. Nam ngiyeke konke engikwenzayo ngiphuthume ngifune amanzi ngimsulu. Mangithi ngibiza intombi kagogo izongisiza ivele ithi ujwayele ukukwenza ihambe. Nobaba womfana wam engangithandana naye la ukhona ubukele.
kuchazani ukuphupha ubhuti wakho ekuthethisa ekushaya
Nalu ulwazi esinalo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngokulwa-2/
Ngicela incazelo lana:
Ukuphupha wena nothandana naye nigijimiswa ogogo bakubo kusho ukuthini
Kusho ukuthini ukuphupha ugogo wakho ongasekho egula
Nansi incazelo lapho ubona ukhokho ephusheni lakho, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokhokho/
Ngiphuphe umnyeni wami ongasekho esebhokisini, ibhokisi lavuleka eceleni wavela engathi ulahlekelwe ingqondo.wangibona ngihleli eduze kwebhoki welula isandla ejabula engibiza ngegama ehlanzekile izingubo zakhe.kodwa Mina ngakhombisa ukwesaba ukusondela ngoba ngizitshela ukuthi ushonile.
Lapho kunomuntu olahlekelwa wumqondo ephusheni lakho, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokulahlekelwa-wumqondo/
Uma uphupha Abantu abakini abangasekho emhlabeni engathi kunokuxbana okungatheni kunokuthetha kuchaza ukuthini okunye angisakukhumbuli kahle
Ngiphuphe osisi bami ababili abangilamayo befika kwami omdala ebukeka egula kunomunye ufike ebelethe ingane engangikhulumisi nomncane wangangikhulumisa
Uma ngabe ucabanga ukuthi iphupho lakho limayelana nokufa, sengathi akunjalo, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-okufa/
NGICELA INCHAZELO NGIPHUPHA BODADE ENGIBALAMAYO ABANGASEKHO BENGITHETHISA ,BAFUNA UKUNGISHAYA OMUNYE WABO WACHITHA UMCHAMO ENDLINI NGEBHAKEDE