isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni

Ukuphupha abantu esebafa imvamisa kusho izinto ezimbi. Uma bevuka bephila futhi kusho ukuthi kungenzeka ukuthi kunenkathazo ezayo kuwe. Uma behlobene nawe kusho ukuthi kufanele uyeke ukwenza izinto ezimbi kungenjalo uzoyithola usenkingeni. Uma uphupha omunye wabantu bakini abangasekho emhlabeni, lokho kusho ukuthi basuke benomyalezo abafuna ukuwudlulisa kulabo abasaphilayo. Kuyenzeka bakhale ngokuthi balambile, lapho-ke kusuke kumelwe kwenziwe … Read more