Amaphupho ngomuntu ongasekho awanayo incazelo ewahlanganisa wonke, asho izinto eziningi ezihlukene. Incazelo iba kulokho asuke ekwenza lowo muntu ongasekho ephusheni lakho.
Ukumuphupha ekucela umgeze – Kusho ukuthi wayeganga esaphila, manje akamukelekile lapho ekhona ungcolile ngenxa yemisebenzi yakhe. Lokhu kukhomba ukuba usuke ecela nimenzele umsebenzi wokumuhlambulula bese niyamushwelezela
Ukumuphupha ekhala – Kusho ukungathokozi kwabaphansi ngezenzo zakho noma ngendlela ophila ngayo eyakho impilo, ngakho kusuke kufanele ushintshe indlela ophila , oziphethe ngayo okanye owenza ngayo izinto. Kungenjalo lokho kungalulethela amabhadi amakhulu.
Ukumuphupha ekupha izithelo – Loku kusho ukuphiwa umntwana (inzalo). Kungekudala usuke uzothola umntwana oyisipho esivela ngesandla sakhe sisuka kumdali. Kuyefana nokuphupha amanzi angcolile.
Sanibona ngicela ukubuza kuchaze ukuthini ukuphupha umgcwabo wesibili womuntu ongasekho
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngomngcwabo/
Molweni. Kuchazani ukuphupha uMama wami osewashona esithi ubuyile? Leliphupha liza njalo kimi sekuyiminyaka esithi ubuyile
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Sanibona Kusho ukuthini ukuphupha ubaba wakho osashona esemanzi egoqwe ngedwangu emhlophe
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngezidumbu/
Sawbona , cela ukbuza ukuthi kuchazani ukphupha umuntu ongasekho owashonela endlini enuka ebhedeni wakhe ,enuka ebholile?
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngokunuka-amaphunga-amabi/
NGICELA UKUBUZA KUCHAZANI UKUPHUPHA UBABOMNCANE WAKHO ONGASEKHO EKUPHA IMALI?
Sawubona, sicela ubheke lapha
https://iafrika.org/amaphupho-ngemali/
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Sawbona, ngiphuphe nginobaba ongasekho endlini yodaka Kanye nomndeni wami wonke sijabule ukuthy sesinendlu enkulu Kuna le ebesihlala kuyo
Sawubona Sinqobile, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngokuhlangana-komndeni/
Xa uphupha utata wakho osewashona ephipha umntwana wami bese mna ndinyathele apho besula khona bese andinike into yokusula ndiyithathe ndisulisise. Kuchazani?
Sawubona, nalu ulwazi esinalo ngalokhu:
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantwana/
Ndiphuphe u sister wam ongesekhoyo emhlabeni sixabana and ephethe Imela efuna ukungigwaza
Sawubona Sinesipho, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Molo, ungajonga apha: https://iafrika.org/xh/amaphupha-ngabantu-abangasekhoyo/ e-website yesiXhosa (https://iafrika.org/xh/)
Ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha ubaba wam ongasekho emhlabeni ngimphupha uyathetha. Ekuthteheni kwakhe akekho nasesimweni sempilo uphethe ngezikhwama nama suitcases amaningi😥😥😥
Sawubona Buhle,nalu ulwazi esinalo ngalokhu:
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Sanibonani. Kuchaza ukuthini ukuphupha mama wakho ongasekho ethi musizeni uguleĺwa ingane yakho ephilayo.
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Sanibona kuchazani ukuphupha umuntu osewashona edindilize phansi ngathi kuyima eshona
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngokufa-2/
Ukuphupha umawakho osadlula emhlabeni engasho lutho ekubukha njeh
Sawubona Thobeka, nalu ulwazi esinalo ngalokhu: https://iafrika.org/amaphupho-ngomama/
Sanibona kusho ukuthini ukuphupha owashona
umngani ka mzala wakho ekunika ucingo lwakhe bese eyanyamalala
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/category/amaphupho-nezincazelo/amaphupho-ngomndeni-nezihlobo/
Sanbona kusho ukuthini ukuphupha usisi wakho usashona eshada and wena uwumkhaphi
Sawubona, sicela ubheke lapha:https://iafrika.org/amaphupho-ngomcimbi-womshado/
Sanibonani ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha UMawami ethi asilungise sihambe siyobona umyeni wam,bese masigqoka ugqoka kwezami izingubo ezathengwa ngumyeni engathi ngibona kuye kuthi ziyamfanela bese ngikhetha kuzo nami lezi azilinganisayo
Sawubona, sicela ubheke lapha
https://iafrika.org/amaphupho-ngomama/
Kuchazani ukphupha uGogo wakho ongasekho ebone inyoka bese eyadansa kancane?
Sawubona, sicela ubheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka/
Sawbona , ukuphupha umuntu oshinile ekucela imali ?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu:https://iafrika.org/amaphupho-ngemali/
Sanibona… Kuchaza ukuthini uma umuntu ekuphuphe ushonile ebona funeral yakho ngathi yenzeka ngempela lapho mina ngisaphila emhlabeni
Sawubona, sicela ubheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokufa-2
Sawubona ngcela ukubuza kucazan ukuphupha ubulala inyoka unomngan wakho lo sewashona
Sawubona Heritance, sicela ubheke kulama athilikhi alandelayo:
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka/
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Kuchazani ukuphupha ubizwa tatakho ongasekho ekukhwaza ngegama lakho
Sawubona, sicela ubheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngomuntu-ongasekho
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu ongasekho ekupha ingubo zengane uvele ukhulelwe
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantwana/
Kusho ukuthini ukukuphupha ubaba òmncane wakho osashona kudala kodwa kube sengathi ima ezongcwatshwa umubona esebhokisini .
Sawubona, sicela ubheke lapha https://iafrika.org/amaphupho-ngokufa-2/
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha uthola umtwana
Ukuphupha udla ispinach no gogo kodwa angimboni kahle ebusweni
Yooh some very confusing stuff… So my contract is ending month end and the dream was at the school getting a farewell party nyana so get my report on how I did and stuff so now when I got the report it looked forged one had a black pen and black stamp which was all good then on the very same page on some of the parts that were written in black it was written in red which was not good (but then I can’t remember what was written on it) then afterwards I was fighting with even wanted to sue them. The dream ended while I was drafting a letter of complaining… My arms are sore now.What does it means
Ukuphupha muntu ongasekho ethi cela ungisiza kuchazani
Kuchazani ukuphupha umunt ongasekho elele ebhokisini ekhamisile?
Ukuphupha ulila kongasekhoyo
Cela ukubuza ukuphupha umkhulu ako mAh, ngimubelethele ngenxa yokuba bephethwe izinyawo, wathi angimubeke eceleni komgwaqo, emuva kwalokho watha daza eveni kulaba Kade samba nabo sebesishiyile, ngoba mina ngimile ngithi angeke kwazi ukuvele ngimshiye…..
Ngisacela ukubuza, kuchazani ukuphupha ubaba wakho osadlula ephekile noma ekubiza kuthi nizopheka ukudla oku Green, umbila, imfino etc..
Cela ukbuza kuchazan ukiphupha umuntu ongasekho ekucela nidlale amaphepha
Cela ukbuza ngabe kusho ukuthini lokhu: uBab’wengane yami uphuphe uCc wakhe osewandlula emhlabeni encwatshwa engathi bafuna kwenza umhlabelo ngengan’yami?
Molweni ndicela ukuza kutsho ukuthinukuphupha ugogo ongasekhoyo esithi ucela umphathele irhametu azotshay
Sawubona. Bengisacela ukubuza la, ngiphuphe uGogo ozala ubaba evuka ekufeni, bethukile mase wahamba wayongena endlini emnyama. Ekungeneni kwakhe kubekhona ishlobo esimqambele amanga ukuze ephume kuleyondlu wahamba wayakuye.
Bengisacela incazelo bandla ungadinwa.🙏
Ngicela ukbuza kuchazani ukphupha ubhuti omdala wesokala lam osedlulile emhlabeni ngikhuluma naye kanye no boyfreind nge video call kodwa mina kungath angmphendul
Angikaze ngambona live ngimazela efonini7
Kuchaza ukuthin ukuphupha wenzela umuntu ongasekho I surprise party
Sawubona, kusho ukuthini ukuphupha unika umunthu ongasekho ukudla
Sawubona, kuchazani ukuphupha ugogo ongasekho ekunika umuthi ethi intelezi akuyalele ukuba uyinike umama okuzalayo wayibiza ngegama cishe kwaze kwaba kathathu kodwa ngavuka ngilikhohliwe igama layo
Sawubona, nansi incazelo esinayo
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/?highlight=amaphupho%20ngabantu%20abangasekho
Sawubona ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umama wakho ongasekho nice naye kumuntu ohlolayo
Sawubona, nansi incazelo esinayo https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/?highlight=amaphupho%20ngabantu%20abangasekho
Ukuphupha umama wami ongasekho esimngcwabeni ehlabelela nje impela bowenzelwe ekhayalakhe kungumgcwabo wemtwana Kasis wakhe omdala naye sekashona lomfana kodwa ngokufihlwa wathengelwa umgodi wakamaspala ngobe kungaziwa kibo
Sawubona, ungabheka incazelo lapha
https://iafrika.org/amaphupho-ngokufa-2/?highlight=ukufa
Kuchazani ukuphupha umuntu ongasekho kungath kuzoyenziwa umsebenzi ekhaya kodwa akusahlali muntu kugcwele izithelo endlini nasebaleni ezizophekwa ngoba kuzoba nomsebenzi
Kuchazani ukuphupha osisi bamkhwenyana wakho nengane yabo eseyashona bese ethi omunye mutshele ingane ithinte ubuso bayo sengathi bunezinduna abe esethi yimina engimthakathayo bese eyabuya angiphe uswidi omhlophe osisi bashikile bahambe
Ukuphupha umuntu othandana naye ekujolela bese ushaye lomuntu akujolela naye aze ashone
Sawubona. Ngiphuphe sisemngcwabeni wababa wami ongasekho kodwa naye ubekhona kulo mngcwabo ewumuntu ophilayo ohleli ezihlalweni nabanye kodwa ekubeni sizofihla yena. Ubebukeka ethokozile emamatheka uma engibuka. Ngabe lichazani leliphupho?
Cofa lapha ukuthola olunye ulwazi Amaphupho ngobaba
Ukuphupha utata wakho ongasekhoyo walulandulelayo kudala umngcwaba kwakhona ndicela incazelo.
Nalu ulwazi esinalo:
https://iafrika.org/xh/amaphupha-ngabantu-abangasekhoyo/
https://iafrika.org/xh/amaphupha-ngokufa/
Ithetha ukuba kunomntu omdala osezadlula emhlabeni apha ekhaya
Sawubona, cela ukubuza kuchazani ukuphupha umkhulu womuntu ozwana naye eyoshada no gogo wakhe. Bobabili sebashona
Ukuphupha umyeni wakho ongasekho ejabulile aku haga
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngonkosikazi noma umyeni
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha umawami osewashona egcwatshwa futhi.. Selibuye kaningana leliphupho
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomama
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha usisi wakho ongasekho ekufonela
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomfowenu noma udadewenu
Ngisacela ubuza kuchaza ukuthini ukuphupha uhleli ententeni kugcwele abantu then xa ujonga ekoneni ubone ubaba wakho ongasekho ndisondele kuye athi akafanga naxa ndimthinta uyathinteka like si skin somuntu nyani sekuka ningi libuya leliphupho eloku esithi akafanga
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngobaba
Kuchazani ukuphupha umuntu ongasekho kodwa kunabantu besonto lakhe bami ngaphandle
Kuchazani ukuphupha umama wakho ongasekho ekupha izimpahla ezintsha