Athini amaphupho okubika isisu noma ukukhulelwa? Ungathola izincazelo ngaphansi.
Amaphupho okubika isisu noma ukukhulelwa
- Uma uphupha izithelo eziningi ezahlukene. Kuyenzeka uphuphela umuntu wakini noma umngane wakho okhulelwe.
- Uma uphupha udla izithelo kusuke kunguwena ozokhulelwa noma kanti vele usukhulelwe.
- Uma uphupha ubhukuda emanzini angcolile noma udaka olunamanzi ubisha kulona kusuke kunguwena okhulelwe.
- Uma uphupha ukuthi ukhulelwe kusho ukuthi uzoba namawele ngelinye ilanga ikakhulukazi uma uphupha wona futhi.
Kukhona abantu abakwaziyo ukuthi baziphuphele bona uma bekhulelwe kodwa isikhathi esiningi umuntu uyaye aphushelwe ngomunye. Kukhona iphupho othi uma usukhulelwe nabantu sebazi ukuthi ukhulelwe kodwa uthole ukuthi umuntu omdala ekhaya uzophupha futhi kodwa esebona ubulili bengane kulelophupho. Kunenkolelo yokuthi lelophupho lisuke lichaza ukuthi ingane iyisibusiso usuke uyiphiwe amadlozi akini. Kodwa inkinga ibalapho lengane uma isizelwe ivamise ukugula kakhulu. Ikakhulukazi uma ingahlawulelwanga kubo lapho izalwa khona. Izidalwa zivamise ukuyibanga. Futhi nawe mzali wengane kufanele ingane yakho uyibonge uma isizelwe ngoba inenhlanhla. Noma izobonwa kumele uyenzele okuthile, ugaye utshwala besintu upheke nenyama yangaphakathi beze omakhelwane bayibone.
Kunamaphupho esikwaziyo ukuthi uma uwaphuphile wenze okuthile ukuze ukwazi ukugwema okungase kuvele. Kodwa awokufa nawokukhulelwa awukwazi ukuvimba noma ukugwema uma sekwenzekile. Kodwa kubalulekile ukukhumbula amaphupho osuke uwaphuphe ebusuku ngoba awusizo.
Ukuphupha omunye umuntu ekhulelwe
Ukuphupha umuntu omunye umuntu ekhulelwe, lokho kuyibika lokuthi kukhona into noma izinto okungezakho ngokufanelekile kodwa ezisezandleni zomunye umuntu. Kepha esikhathini esingeside leyonto izobuyela ezandleni zomnikazi wayo. Kungaba yinto eyifa kuwena noma kube yinto eyakulahlekela esikhathini esedlule, kanti futhi kungaba yisikhundla esanikezwa omunye umuntu ngendlela engasibo ubulungiswa okuzovela njengemfihlo bese sibuyela kuwena.
Ngicela ukubuza kuchazani ukuthi uphuphe ukhulelwe ingane iyakhahlela
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantwana/
sawubona ngiyafisa ukubuza ngamaphupho Ami manje angaz abhalwa kanjan
Ungabhala ulichaze, uzoyithola incazelo uma sinalo ulwazi.
sawubona cela ukubuza kuchazani ukuphupha kuthiwa wozo Buka isisu ngaleso Skhath ukhulelwe vele
Sawubona. Kuchaza ukuthini Uma mina nomgan wam sikhulelwe soyi2 kodwa esakhe siyabonakala,esam sincane, futhi ngiphuma negazi ngaphansi noma kuchiteka isisu?
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngokuphuphuma-kwesisu/
Sanibonani kuchaza ukuthini .Umazala wam uphuphe ngikhulelwe futhi ngigchuliswa ngugogo ongasekho( endigqhokisa iphinifa )
Sawubona Kwanda, sicela ubheke kule linki elandelayo.
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Sanbonani bengicela ukubuza uma uphupha kudumbe amabele ebhlungu nokuntsontsotha ebese kuqhamuka udadewethu omdala athi vele kade angibona ukuthi ngikhulelwe. Kuchazani lokhu
Sawubona Thandiswa, sicela ubheke lapha
https://iafrika.org/amaphupho-ngobuhlungu/
Sanibona ngcela ukbuza ukuth kuchazani ukuphupha intombi yakho ikhuleliswe omunye umuntu ize itete kodwa ethi usathanda mna?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu:
https://iafrika.org/amaphupho-ngothando/
Sawubona. Ngicela ukubuza ukuthi mawuphupha udokotela ethi umithi amawele kusho ukuthini
Sawubona Ndondo, sicela ubheke lapha https://iafrika.org/amaphupho-ngodokotela/
cel ukubuza ngabe kuchazani ukuphuph ukhabo boyfriend u cc wakhe ukhipha iskhwama sengane namademu athi uyokudayisa bese wen wesifazane uphendul ngokuth cela ungakudayisi ngob nizobanengane
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngezingane-ezincane/
ngicela ukubuza uma uphupha intombazane owake walala nayo ikhulelwe ihleli nomndeni wakho?
Sawubona Jama, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngomndeni-nezihlobo/
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu/
Kusho ukuthini ukuphupha ntombazane eyake yalala nomuntu wakho ikhulelwe. Abasathandani kodwa
Sawubona, sicela ubheke lapha :https://iafrika.org/amaphupho-ngomuntu-owawuthandana-naye/
Kuchaza ukuthini ukuphupha umuntu ebeletha/eteta bese ethi ingane eyakho
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu: https://iafrika.org/amaphupho-ngokubeletha-ukuthola-umntwana/
Sawubona cela ukubuza ngiphuphe umuntu wakhe ekhulelwe kodwa akakhulelisiwe yimi..
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantwana/
Kushoni ukphupha uhlezi nabantu bakboka boyfriend yakho abaphilayo kini and ukhulelwe???
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu: https://iafrika.org/tag/uthando/
Amaphupho ngabantu
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu:
https://iafrika.org/tag/uthando/
Sicela ubheke kule linki: https://iafrika.org/tag/uthando/
Sawbona ukuphupha kuyinkonzo yokthembisa kugcwele, kodwa ingubo oyigqokile iyiNet iveza isinqa?? Following day uphupha uthenga isuitcase emnyama.
Ungabheka lamalinki:
Amaphupho ngomshado
Amaphupho ngezitho zomzimba
https://iafrika.org/tag/izingubo/
Sanibona ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha usuzele kodwa inyanga yakho ingakafiki
Sabibona
Ngicela ubuza ukuthi lichaza ukuthini leli phupho. Ngiphuphe umuntu kasisi wami eCheater nomunye umuntu futhi elindele ingane
Ngicela ukubuza Uma uphupha ukini bese kufika umlisa othandana naye athi uzokhokhela ingane kodwa angikhulelwe akukho ngane kuchazani
Sabina ngicela ukbuza ukut kuchazan ukuphupha iex yakho ikhulelwe futh ifuna noklala nawe kodwa anibambhe Lo owubaba Wengane aze alwe nami??
Salibonani ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ulindele ukuteta esbedlela kodwa kufike abanye emvakwakho betete kuqala.
Sawubona, ngiyathemba ucaphila..
Ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha umuntu engithandana naye inreal life ethengela umshana wami wami ona 3 years ikhekhe engikhomba nemali futhi?
Sacela kubuza kuchazani ukuphupha umuntu okhulelwe uphinde ubekhona esebeletha uphinde uphathe umtwana umumbule lengubo engu mhlwehlwe
Hi cc Nami ngyafisa ukwazi.. sekuyizinsuku ezimbili ngiphupha ucousin wam ekhulelwe.
hi
hi
kusho ukuthini phupha mawakho ongasekho ethi umzukulu wakhe ukhulelwe amawele. amane
Sawubona, nansi incazelo esinayo https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/?highlight=amaphupho%20ngabantu%20abangasekho
Bangiphuphe ngikhulelwe omunye nje usisi engimjwayele isikhathi eside nje
Sawubona, nansi incazelo esinayo https://iafrika.org/amaphupho-ngokukhulelwa/?highlight=ukukhulelwa
Sanbonani
Kusho ukuthini ukuphupha ukhulelwe ingane ikhahlela esiswini iphinde ithule.sengikuphuphe kaningi lokh
Ubaba wengane yam uthi ungiphuphe ngikhulelwe ngothi nalengane esinayo akusiyona eyakhe.asisathandani
Sanibonani kulelikhaya.
Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha uDadewethu e Heavily Pregnant?
Sawubona, nansi incazelo yamaphupho okukhulelwa
https://iafrika.org/amaphupho-ngokukhulelwa/?highlight=ukukhulelwa
Ukuphupha umuntu othandazayo kuqala kuze umuntu wesfazane bese kubuya oweslisa athi kuwe wena ukhulelwe…
Cela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha umuntu omithi ulwa naye. Ngisebenza naye futhi uvele umithi ngampela
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokulwa
cela ukubuza kuchazani ukuphupha unesoka lakho niphethe amahalavu nisusa utshani obuhlaza obuhle kdw
Sawubona, nalu ulwazi esinalo ngalokhu:
https://iafrika.org/amaphupho-ngotshani/
Kusho ukuthin ukuphupha uchithekelwa isisu?
Cela ubuza xa phupha sister yakho inomntana kuthetha kuthin
Sawubona, nansi incazelo esinayo
https://iafrika.org/amaphupho-ngezingane-ezincane/?highlight=amaphupho%20ngezingane%20