Ukubikwa kokukhulelwa

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma owesilisa ekhulelise owesifazane bengashadile, imindeni yabo iyahlangana ngenjongo yokudingida icala lelo eselenzekile. Lokhu kuba isigaba sokuqala esandulelwa ukuhlawulela ingane esithwelwe. Okwenziwayo uma sekuhlangene imindeni Okubalulekile kakhulu ngokuhlangana kwemindeni wukuzovuma icala ngokuqinisekisa ukuthi ngubani ubaba wengane bese kuvunyelwana-ke ngosuku lokuletha inhlawulo. Uma kubike abomndeni wowesifazane ozithwele Ngokujwayelekile kubika abomndeni walowo wesilisa okhulelisile, kepha uma bengezi … Read more

Amaphupho ngokukhulelwa

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Athini amaphupho okubika isisu? Noma ukuphupha ukhulelwe? Ungathola izincazelo ngaphansi. Amaphupho okubika isisu noma ukukhulelwa Kukhona abantu abakwaziyo ukuthi baziphuphele bona uma bekhulelwe kodwa isikhathi esiningi umuntu uyaye  aphushelwe ngomunye. Kukhona iphupho othi uma usukhulelwe nabantu sebazi ukuthi ukhulelwe kodwa uthole ukuthi umuntu omdala ekhaya uzophupha futhi kodwa esebona ubulili bengane kulelophupho. Kunenkolelo yokuthi lelophupho … Read more