Amaphupho ngokukhulelwa

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Athini amaphupho okubika isisu? Noma ukuphupha ukhulelwe? Ungathola izincazelo ngaphansi. Amaphupho okubika isisu noma ukukhulelwa Kukhona abantu abakwaziyo ukuthi baziphuphele bona uma bekhulelwe kodwa isikhathi esiningi umuntu uyaye  aphushelwe ngomunye. Kukhona iphupho othi uma usukhulelwe nabantu sebazi ukuthi ukhulelwe kodwa uthole ukuthi umuntu omdala ekhaya uzophupha futhi kodwa esebona ubulili bengane kulelophupho. Kunenkolelo yokuthi lelophupho … Read more