Uma uphupha ubona inja kuwuphawu oluhle uma iziphethe kahle futhi ikulalela ikakhulukazi uma kuwumdlwane. Uma inja ingaziphethe kahle ilwa noma iphula izinto kusho ukuthi uzoba nenkinga empilweni yakho kungekudala, ikakhulukazi leyonkinga ivela kubantu abangathembekile. Uma inja ikuluma, kusho ukuthi kukhona umuntu okuzingelayo okungenzeka ukuthi ukukhunkula ngisho nangomoya omubi. Uma uphupha inja ikhonkotha noma iklewula lokho kungenzeka ukuthi kubikezela izikhathi zezinkinga emndenini wakho. Uma uphupha umakoti omusha osandakufika emzini izinja zinobungane kuye esikhundleni sokuzama ukumluma, lokho kusho ukuthi wamukelwe kahle ngamadlozi. Kanti ke futhi ukuphupha izinja kungabikezela ukugadlwa noma ukulalelwa unyendle yizitha zakho.
Lapho uphupha ulunywa inja noma izinja, ngenxa yokuthi izinja yizilwane zasekhaya uma zivela emaphusheni lokho kusuke kuletha umyalezo othinta umndeni. Uma uphupha inja noma izinja zikuluma, ukuthi zingaki lezozinja kubalulekile ekuchazeni iphupho. Uma uphupha inja ekulumayo iyodwa lokho kusuke kusho ukuthi kukhona umoya omubi okhona phakathi kwamalunga omndeni. Lowomoya omubi kungaba ukungaboni ngaso linye entweni ethile noma kube ingxabano engase ivele kungekudala ezokhanda inzondo phakathi kwakho wena ophuphile kanye nelinye ilunga lomndeni. Uma uphupha izinja ezikulumayo zingaphezu kweyodwa ngenani, lapho kusuke kukhona umyalezo idlozi lasekhaya elihlose ukuwethula kuwena, ngakho-ke kubalulekile ukuthi ukubheke konke okwenzeka kulelo nalelo phupho ukuze uzowuqonda kahle umyalezo walo uma usulihlaziya. Lezizincazelo zokuphupha ulunywa inja noma izinja zifakazelwa wukuthi ngokuvamile uma uwaphupha lamaphupho okulunywa yizinja, avamiswe ukuphushwa eveza usekhaya noma useduze nakhona ekhaya.
Sawubona ngiphuphe kunomfwethu esizalwa naye ngakwiside lababa emeh ngemoto ngasegarage lah petrol ngiqhamuka mina ngenyawo mangith qalaz emva kwam kuza izinja 4/5 lezi enkul idlule eyodwa lezi embil elandelayo zingilume ngilwisan nazo gcine zibaleka lapho umfwethu umile yangibuka
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemoto
Xa ndiphupha ndincanyelwa zizinja ezingalweni zombini ithetha ukuthini lonto
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomchamo nendle
Sanibonani kulomuzi, ngicela ukuchazelwa ukuphupha ngelunywa yinja enokumhlophe noku brown kwisandla sami sokudla ebese kuqhamuka emhlophe qwa! Kwesokunxele…
Ingabe kuchaza ukuthini?
Ngaphambilini ngiphushelwe intombazane engijwayele ithi ngifike ngizoyilanda ngemoto ngihamba nomuntu onguMama okhanyanyo emotweni ithi bekumnandi kuxoxwa I ngazi kuyiwaphi futhi ulandelweni.
Ngiyabonga.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemoto
Ngbingelele ngphuphe inja emnyama igone kmina emathangeni itoileta mangisusa igoloza bengisegceken ekhaya ngize ngaphaphama ngabe kusho ukthin lokhu?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho Okuphonswa
thokoza ngiphuphe ngilunywa inja esandleni nasesinqeni iphindelela bekhona abantu kodwa akekho obengikhuzela yona
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokulunywa
Thokoza ngiphuphe ngijahwa imidlwane emhlophe emithathu kodwa ngalunywa owodwa esandleni ngabe kuchazani
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokulunywa
Thokoza gogo. Ngiphuphe ngihlezi ematsheni ngakagogo kwase kuvela umuntu wesilisa ophinde Abe yimpisi ejahwa Abantu ababili. Lomuntu ophinde Abe yimpisi wopha igazi umzimba wonke kepha inxeba lisesfubeni, ekubalekeni kwakhe laba abamjahayo Bathi ngimbambe angadluli,ngase ngithatha ibhodle lá ebelise düze Nami ngazama ukumshaya ngalo kepha ngehluleka, ngaphinde ngacosha ilitshe ngazama ukumshaya ngalo ngehluleka futhi, lelo litshe engiliphonse kuye ngithi ngimshaya ngalo lacoshwa ngomunye walabo abamjahayo, wamshaya ekhenda Wase ewela eduze kwami wangibiza wathi, “vuyo, vuyo ngiyakubiza” kwangathi Nami ngijika ngiba yilento ayiyo(umuntu ophinde Abe yimpisi) bengicela incazela yokuba ingabe lisho ukuthini
Ngoba ubusubhekile ikhasi lethu. Kanti iphupho lakho lizwakala lijulile thola ulwazi kulaba abahlolayo.
Ndicela ukwazi kuthetha ukuthini ukuphupha uMakhulu wam elunya yinja.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekhehla noma isalukazi
kusho ukuthini ukujahwa uhlanya lingangiyeki ngisho ngingena emizini yabantu
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokugula
Ngiphuphe ngibhejwa yinja
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesekisi
Ngibingele mkhuluo mina ngizobone ziza ziningi nje ngithi ngyongena ekhaya kagogo not langihlala Khona zamake zankonkotha kungathi ziyanginenga ngazi brusher amakhanda okuze kwagcina ukuthi ngiwe ngoba beziza ziningi manje angazi noma bezingijabulela noma beziletha umyalezo othize ngoba azizange zingilume futhi bekukhona ebengimjaha ubaba so ngahlangabezana nazo
Ngiphupha ngisekhaya Kuna bantu abaphuzile sebedakiwe sibakhiphele ngaphandle, mabaqeda ukuhamba ngiye endlini ngivule umnyango ngithole inja esencane wonke umuntu endlini uyijabulele baze bayayiteketisa
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngotshwala
Ndiphuphe ndihamba ngendlela ndidlula komnye umuzi wasekhaya ayaphuma inja enye yeza ibaleka ikhokotha kwazaneyesbini ndazama ukuzihesha zayela
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngendlela
Ngicela ukbuza ukusho ukuthini ukphupha ubalekela izigebengu uvele uwele endaweni ethuli enhle egcwele imifino kuluhlaza lapho kukhon namanzi
Cofa lapha ukuthola ulwazi Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi
Hi.
Cela ukubuza iphupho lezinja ezingafani ngombala zilumana zodwa ezintathu zibomvu ezinye ezintathu zi grey. Ezi grey ziluma ezibomvu eceleni kulomlilo ovuthayo kubekhona umuntu owuvuthisa kakhulu umlilo eceleni.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokulunywa
Mina ngiphuphe kugcwele izinja endlini zigebele nasembheden nemidlwane ngizishaya zigoloza zingaphumi,kwabanomuntu onginikeza ingubo eyingwe wathi angiyimbathe ngihamba ngafika kwenye indawo kuneshawa ngafike ngageza ngaphindela ekhaya ngazifica seziphumile endlini zisemnyango beseziyahamba,
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokugeza
Ngisacela ukubuza Uma uphuphe inyoka wayishaya yanqamuka phakathi yafa kwathi leliside layo langasekhanda lavuka yaphenduka yaba inja yabaleka
Kusho ukuthini ukuphupha izinja ezifile eziningi uthi uyadlula emva kwendlu uzifice izinja zifile
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokufa
Mina ngiphuphe inja iluma enye, yayiphula umlenze wangemuva. Kade ngiqale ngabona itmpisi zijahana zodwa.
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngezimpisi
Ngisacela incazelo: Ngiphuphe impisi emhlophe qwa, enhle iza kimi. Yafike yama eceleni kwami kwase kuvela izinja eziningi engathi zifuna ukuluma lempisi kodwa azifinyelelanga kuyo ngoba bengilokhu ngiziphunga ngivikela lempisi
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngezimpisi
ngiphuphe inja ifaka umunwe wami emlomeni zange ingilume..yakhuluma nami yagcine isithandana nami ngasikhathi iphenduka intombi enhle..tokozani bogogo ngicela incazelo
Mna ndiphuphe ndikhonkothwa yinja yasekhaya and indlela ekhonkotha ngakhon ibonisa uba ayikho happy kwaye ingandiluma. Ndimile ndiyijongile inoba ikhonkothiswa yintoni, ndithe xa ndisondela kuba yinja yasekhaya ndiyiqhelile yasuka yandiluma phezu kwesihlala
Ngiphuphe ngihamba ngahlangana nomuntu wesilisa ehamba nenja yeza kimi kwangathi inolaka yangikhonkotha weza kimi wathi ay ingibukile nje ngeke ingilume. Kuthe kusenjalo ngadlula omunye umuzi kwaphuma enye yangikhonkotha yangiluma onyaweni
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokulunywa
Ngabe kuchazani ukuphupha ngidla umdlane omnyama kodwa sengiw’dlile nginjalo, ngaphinde ngawubona usunezinye izinja ngase ngaw’khipha (bone structure) emloyweni ngaw’beka, ngaqhubeka ngahlafuna kodwa ngahluleka uk’gwinya so ngaw’khipha and ngahlanza… Ngok’hamba kwes’khathi ngoma, mangomile kukhalise okomdlwane so ngaphuza amanzie…
Ngabe kuchazani ngempela, nakhu ngididekile?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokuhlanza
Ngiphuphe inja emgodin ikhala ifuna ukphuma ngabe kusho ukuthin loko
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomgodi
Thokoza. Ngiphuphe izinja engingazazi ziphakwathi kwemoto yami, ngaphandle komuzi ekhaya. Uma ngizama ukuthi ngizicoshe, zivele seziba ziningi, zingulume.
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngemoto
Kuyiqiniso yini ukuth uma uphupha inja ikuluma uzoba nenkinga nama phoyisa?
Ngiphuphe engathi kisemsebenzini sinomunye uzakwethu wesifazane esisebenza naye kwaqhamuka izinja ezimbilib enye imnyama sabaleka ngoba sithi siyazesaba ngiphaphame sifuna indawo yokugibela seziseduze kwethu zibona ukuthi siyazesaba…….
Ukuphupha ngiyongena e lolini kwaqhamuka inja ifuna kunguluma ngabaleka
Ngiphuphe izinja eziningi zihlasela kodwa azitholanga muntu ngoba besicashile ngize naphaphama zingalimazanga muntu
Mina ngiphuphe izinja eziningi kodwa zingagqamile kahle kwase kuvela enye emnyama nobumpunga ingikhonkotha kodwa yehlisa ikukhonkotha kwaba sengiphaphama.
Uma uphupha ubona inja kuwuphawu oluhle uma iziphethe kahle futhi ikulalela ikakhulukazi uma kuwumdlwane.
Uma uphupha inja emhlophe ifake umnwe wam but ingawulumi kutheta ukuthini
Nami ngphuphe inja emhlophe izolala eyinyaweni zami ngilele, nami ngiyafisa ukwazi ngenja emhlophe
Ngyabingelela… Nami ngiphuphe ngihambha nenja eno-mbala o Brown, kodwa bekungathi khona engilwa naye, ngyomlumisa ngale nja engihambha nayo… Ngingayi thokozela incazelo.. Ngyabonga…
Nalu ulwazi esnalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngokulunywa/
Nam ngikhathezekile iphupho lam izinja ezimbini zingiluma ngakhuzelwa umawengane. Ngiphaphame uvalo lugcwele isifuba
Cofa lapha ukuthla ulwazi https://iafrika.org/amaphupho-ngokulunywa/
Ngiphuphe ngiklhòkothwa izinja ngihamba nomuntu wasekhaya
Ukuphupha izinja kungabikezela ukugadlwa noma ukulalelwa unyendle yizitha zakho.
Ngiphuphe ngisekhaya nomuntu engizwana naye kunezinja ezahlukene zilokhu ziza kimi zifuna ngath zizongiluma mangilokhu ngisusa ibuye ize futh kubuye kuvele enye nayo ngath ifuna ukungiluma ngiysuse nomuntu engizwana naye bezingamenzi lutho futh naye ebevele abuke engazilamuli ngabe kuchazan
Hii, sorry for the late reply, kuchazee ukuthii lomuntu ongazwanii naye omubonile khona intonakuplanela yona
Ndiphuphe ingathi ndihamba endleleni enabantu abangasekho ingathi batyekezwe lulwandle baninzi ndajika ndibaleka xa ndifika egarage sathandaza ingathi sibayi3 xa sigqiba ukuthandaza ndigoduka ndangena komnye umzi ndakhonkothwa yinja indibambe emlenzeni ayide indilume kodwa ingathi ndiyakhwaza mandinqandwele ndothuka
ngiphuphe inja inginuka…bengiphethe ukudla ifuna ukudla obekuse sandleni yakudla yangluma ngaphuma igaz emnweni
Nalu olunye ulwazi ngokuphupha inja: https://iafrika.org/amaphupho-ngezinja-nezinkomo/
Ngiphupe inja encane yalapha ekhaya ilele endlini eduze kwesicabha
Ngicela in aze lo, ngiphuphe inja izala imidlwane emibili
Nalu olunye ulwazi lapho uphupha ngezinja: https://iafrika.org/amaphupho-ngezinja-nezinkomo/
Ukuphupha inja yakini izala ngaba kusho ukuthini?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokuzala
Ngiphuphe ubaba wezingane zam esahlukana naye ephethe ingane encane imuncela amabele engath awenja kodwa kwashintsha engath awakhe , wayigona ingane wath owami nalo , kuchazani?
Nansi incazelo esinayo lapho uphupha ingane, funda lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngezingane-ezincane/ Nazi izithakazelo zakho kwaShange, bheka lapha: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwashange/
Uma uphupha inja yakho emnyama kodwa isinomnikazi omunye ifaswe ngentambo emlomeni kuqhazani?
Ukuphupha ngenja akugxili ngaso sonke isikhathi ukuthi kwenzakalani ngayo ephusheni, kunezincazelo ezithinta nje ukuthi inja ibikhona ephusheni, nazi ezinye zazo kulesisigatshana: https://iafrika.org/amaphupho-ngezinja-nezinkomo/
Ngiphuphe Ngilunywa inja esandleni ngabe kuxaza ukuthini na
Ake ubheke nalu olunye ulwazi ngamaphupho ngezinja: https://iafrika.org/amaphupho-ngezinja-nezinkomo/ Mfoka Mlotshwa, “cabuzela onyawo zincane, zingaba nkulu zifuz’ekhabonina” uthi bewazi nje ukuthi sinezithakazelo zakho? Bheka lapha: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwamlotshwa/
Hi Jacob
Nami ngiphuphe kanjalo izolo ebusuku ngabe wayithola yini incazelo yalokhu…ngikhathazekile la siza mfowethu
Yebo wayithola impendulo uMfoka Mlotshwa, u “cabuzela onyawo zincane, zingaba nkulu zifuz’ekhabonina!”. Impendulo kwaba wukuba abheke ulwazi oluthe xaxa ngamaphupho ngezinja lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngezinja-nezinkomo/
ngicela incazelo ngiphuphe inja igibele imoto iphuma igazi ngemuva
Bheka nalu olunye ulwazi mayelana nalapho uphupha izinja: https://iafrika.org/amaphupho-ngezinja-nezinkomo/
Ngicela usizo ngaleliphupho: Ngiphuphe ngilunywa inja kodwa ngagcina ngokuybulala kuchaza ukuthini
Ngoba ephusheni lakho ubunokuhlaselwa kodwa wagcina ngokonqoba, lungakusiza nalu olunye ulwazi esinalo oluthinta izimo lapho umuntu egcine enqobile: https://iafrika.org/amaphupho-okunqoba/
Mna ndiphuphe izinja eziningi zindiluma
Mina ngiphuphe izinja zongikhokotha ngabaleka ngsgibele eshlahleni lesihlala besikayekile amagatsha manj angaz kuchazan
Ngiphuphe ngilunywa inja encane elingana negundwane futhi emnyama
Ngiphuphe ngidliwa izinja bezingibamba izandla kodwa kungabi buhlungu futhi ngingalimali
Ngiphuphe ngibona inja imunyisa imidlwane asengakaboni
Ngicela ukwazi ukuth mawuphupha ubulala inja made ikulwisa kusho ukuthini
ngicela kubuza uma uphupha inja ikujabulela ikucabuza emlonyeni kusho kuthini
Sawubona, Ngicela incazelo ngephulo kuthiwa ngenze utshwala
Ukuphupha ulele embhedeni kuchazani
https://iafrika.org/amaphupho-ngokulala/
https://iafrika.org/amaphupho-ngombhede/
Sicela useshe ebhokisini ukuthola izincazelo.
ngiphuphe ngilunywa nyimidlwane emibili eminyane onyaweni lwesokudla ngezwa kubuhlungu kakhulu kodwa bengizitshela ukuthi hay yimidlwane le ngeke ingilume kakhulu kodwa yangiluma kwazwakala ngaze ngaphaphama
Ngiphuphe ngiphiwa unkosikazi womlungu umdlwane kodwa ngithe ngisawuphethe waphenduka inyoni yandiza
Uma uphupha inja efile bathi bayokukhombisa yona ungayiboni lithetha ukuthini
Ngiphuphe ngikhipha ingane inabukeni: ingabe kusho ukuthini loko.
Ngiphuphe ngipha ingane inabukeni: ingabe kusho ukuthini loko.
Ngicela ingcazelo ngiphuphe ngileqwa ngamanzi liphupho soloko ndiliphupha elo
ngicela incazelo ngiphuphe ngilunywa ngubabhemi (donkey) yathi iyangiphinda ngabaleka ngayacatsha kwenye indlu lapho engifike khona ngagibela amastairs. ngaphinda ngehla ngisithi ngiyedinga uncedo kudoctor mhlawumbe ubabhemi lo ubelamarabbies. Ngabona laba abayelapha okwesintu yibo abangelaphileyo.
Nami ngiziphuphile izinja zingiluma ngabeleka ngaze ngandiza nazo zagxuma emoyeni zinami shaqa. Ngabe kusho ukthini lokho?
Thokoza gogo .. Ngicela usizo ngaleli iphupho.. Ngiphuphe ngibona injuzi zifuna ukukuthatha then ngabaleka ma ngibheka la engibalekela khona ngabona sezinengi . Ngathatha imali R2 on my handbag ngayibeka phezu kwetshe ngakhuluma nazo ngith am not ready yet ukth bangithathe ngisafuna ukulungisa ezinye izinto. Ngithe ma ngiqeda imali kunye lenjuzi kwanyamalala lam ngaphaphama … Ngingajabulela ingcazelo