AbaseMbo Bhengu Buthelezi Chamane Dlamini Dubazana Dube Gatsheni Gumede Gwala Hlengwa Imiphakathi Izibongo Izigodi Khanyile Khuzwayo Mabhida Manqele Mbatha Mbonani Mkhize Myeni Ntombela Ntuli Nzama Nzuza Shembe Shezi Zondi Zulu

2 thoughts on “Izithakazelo zakwaMlotshwa”

  1. Sawubona. Mina ngifuna ukwazi ukuthi u Mlotshwa no Mazibuko bahlangana kanjani, ngoba mina ezweni engakhula kulo bengizwa ugogo ozala ubaba ethi, mazibuko, mwelase, njosho, nzima, suthu, njokweni, abangaweli ngamazibuko, abawela ngezihlenge zomfula, ombilini wodlolo, ogaxa lugaxile aluyikugwaza lutho, logwaza imihlane yamadoda. Angazi noma wukuthi sahlala kwelinye izwe okwenza ukuthi kubekhona ukudideka, ngoba ngithe nxa ngifika lapha ngathola ukuthi uMlotshwa no Mazibuko abahlangani , manje kunzima kimi ukuthi ngithole izihlobo zami ezasala emva( eNatal) ngokusho kuka Gogo ukuthi siqhamuka emva.

  2. Ei lana akukho nasinye esishiwo kithi think singomlotshwa ozikode omaganga awalingani nasemgwazini ombambasane onsengwane wena wakwamalinga owalinga intaba zendelana ihlobane nezingezi umgabadeli owagabadela inkomo namathole azo omzilankatha lezi ezpha ai ngyazqala kushuthu ukufana nje kweybongo

Leave a Reply

Sign up for updates