Amaphupho ngokudla

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphupha udla kungasho into enhle kanye nengeyinhle ngempilo yakho.

Uma uphupha ukuthi udla ukudla okumnandi uzothola injabulo nempumelelo empilweni. Uma udla ulele phansi kusho ukuthi kukhona okuzokulahlekela. Uma ungowesifazane ongashadile kusho ukuthi kuzoba nezinkinga nelobolo lakho. Uma udla ekamelweni lokudla kusho ukuthi uzokwenza umngani omusha maduzane. Uma uphupha ukuthi udla kangangokuthi uzizwa ungaphilile kusho ukuthi uzohlupheka ngokwezemali.

Enye incazelo ngokuphupha udla

Uma uphupha udla usuke udliswa ngephupho. Uma ukudlile ukudla ephusheni lokho kusho khona ukuthi idliso lingenile ngaphakathi, kanti uma uphaphame ngaphambi kokuthi udle lokho kudla kuba ngcono, lokho kusho ukuthi alingenanga idliso

124 thoughts on “Amaphupho ngokudla”

  1. Sanibonani, ngicela ukuchazeleka ngephupho engivuke nalo. Ngiphuphe ngiqoba inyama yangaphakathi qha andikhumbuli noba ngeyempahla emfutshane noba ngeyenkomo kodwa ephupheni bendihleli nomamkhulu wam osashona, mandiyiqoba lenyama besibambisene ngayo kodwa iqotshwa ndim

    Reply
  2. Ngiphuphe ngithenge impuphu (maze meal) engango 10 or 12 kg neye 2kg kodwa le encane ngiye ngayinikeza ubhuti wam oshone last year.okunye angisakhumbuli kahle ingabe lichaza ukuthi leliphupha

    Reply
  3. Thokozani boGogo nama Khehla, bengicela incazelo, umkami uphuphe ugogo wakhe osewandlula emhlabeni endlini, yena umkami ngathi bebhaka amakhekhe sathi isalukazi sakhe mntanomntanami sengifikile sihleka kodwa angihambi ngedwa ngihamba nomunye ubaba wasishoke isibongo saloyobaba, kodwa ke ngokwazi kwami ugogo wakhe bengashadile

    Reply
  4. Cela ukubuza kuchazani ukuphupha amatshwele ayimpangele amanye wawo enqunwe amakhanda kanti amanye aseninina wawo?
    Ngiyabonga

    Reply
  5. Okokuqala nje,ukuphupha udla ukudla okumnandi lokho kusho into enhle ezokwenzeka kuwe noma ezokwehlakalela.

    Reply
  6. Sanibona ngicela kube anonymous
    ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha udla ukudla okumnandi bese emvakwalokho kungabe kusalaleka uqwasha for hours ucabange ubaba wezingane zakho eningasekho ndawonye

    Reply
  7. Sanibona,,,,bengicela incazelo yephupho engvuke nalo

    Ngphuphe ngisemfuleni ngyokhuleka mangfika ekujuleni komfula kunezwi belicula ingoma yedlozi lapho ngazizwa sengathi kunyuka idlozi kumina

    Kuthe kusenjalo ngabona kuphuma umkhulu engamazi embathe ezimhlophe ejabule ehleka nam ,,,,uthe lapho kungathi usephumile emanzini uza ngemuva kwami ngphenduke ngfune ukumbamba kdw ngangafinyelela kuyena wavele waphunduka ecasukulie wangiflathela ,,,,ngyacela ningihlaziyele leliphupho liyangihlukumeza emoyeni angkutholi ukphumula ngalo.

    Ngyabonga!!

    Reply
  8. Sanibobani. Ngicela ukubuza ukuthi kuchazani if uphupha umnganakho ekuphekela ukudla kwesintu (isigwaqane ) kanye nezinkukhu. Izinkukhu zithengwe omunye futhi umngani.

    Reply
  9. Sanibona,,,bengicela ningichazela leliphupho liyangihlupha kakhulu emoyen angaz indba,,,,ngphuphe ngisemanzini emaningi ebengangcolile kdw amanzi ngahluleka ukuwela mangfika endlini kungathi ngyadla kdw ngicaba ithambo lenyama yenkukhu and bekungathi into eyenzeka ngampela,,,,please help me ngencazelo.

    Reply
  10. Sanibona ngicela ukbuza ukuth kusho ukuthini ukuphupha uthenga amachips bese uyawadla n bekuyilawa akalwayo

    Reply
    • Ukuphupha udla kungasho into enhle kanye nengeyinhle ngempilo yakho.
      Uma uphupha ukuthi udla ukudla okumnandi uzothola injabulo nempumelelo empilweni.

      Reply
  11. Sanibona

    Ngicela ningsize la. Kunomfana enginokumphupha nje kaningana. Lomfana ngangifunda naye ePrimary school ngo2003. Besinokuxhumana nje koFacebook njalonjalo ngo2019. Kwabe ke sesidukelana kubo laboFacebook. Manje kusukela ngonyaka odlule nje nginokumphupha kaningi impela, kubuye kume, but kubuye kuqhamuke futhi. Ngisuke ngingamcabangi nhlobo,ngvele ngimphuphe nje. Bengicela ningsize ngokuthi ngabe lisho ukuthini leliphupho? Kuymanje nje ngphaphanyiswe iphupho ebelinaye phakathi.

    Ngyabonga

    Reply
  12. Sengihlezi ngiphupha ngidla, ngidla inyama kwesinye isikhathi ngiphupha ngidla izithelo kuchazani lokhu?

    Reply
  13. Ngiphuphe ndidla ithumbu no jeqe e taxini ehambayo, abantu ebenghleli nabo bathi ngibukeka ngincono kunento engihlezi ngiyiyona, amehlo emhlophe.

    Reply
  14. Helo gud mornin..

    Ngiphupha nginapapa nesigcina2mbu salakhaya singalana e clau clau endleleni ngasegedeni lakhambomungani wam lebingirenka nabo, kulungiswa timoti kulelokhaya..
    Eee papa usefonini angtholikahle kutsi ufonela muntfu lophilako o lidloti coz ngimuva utsi “bewungekho de tym nginiphahla ngidzinga ubekhona namuhla coz ngitawuphahla” khona lapho kuvela lomunye baba umunyama angati utipendile o tinsila..
    Ugcoke mahiya labovu ngaphakatsi ngaphandle is lyk indzilo lemunyama, watsi lobabe kimi ngimukhaphe kukhona lakukhohliwe masambe sikulandze..
    Ngahamba naye libanganyana ngacala kusolasola coz bekumunyama bt kukhombisa kutsi sekutosa, ngangasachubeki coz bekumele siwele sigodzi ngajika.. Mangibuka emuva ngibona lobaba ushawa ngu2 bosesi base shoprite bamushiya alele..

    Reply

Leave a Reply