Amaphupho ngezingubo zokulala

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi ubona izingubo zokulala kuyibhadi ikakhulukazi ehlobo futhi uzobhekana nezinkinga.

20 thoughts on “Amaphupho ngezingubo zokulala”

  1. Sanibonani

    Ngisacela kubuza kuchazane uma uGogo wakho osaphila anikwa yisihlobo sakho ingubo yokulala entsha emumbesa yona nje ngesipho sokubonga. Bese Gogo wahayiza wagiya ejabula emva kokumbekwa yona le ngubo emahlombe.

    Reply
  2. Mina ngiphuphe ngilele phansi ngikwenye inyanga edumile e KZN ngilele phezu kwe sponge ingubo enginikwe yona ibindala please help

    Reply
  3. Kusho ukuthini ukuphupha umbethe ingubo yokulala esontweni , uyimbhathele amakhaza. Imina ngedwa obembethe ingubo

    Reply

Leave a Reply