isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngamathanga

Uma uphupha udla ithanga kusho izinto ezimbi ekusaseni lakho. Uzobhekana nezikhathi ezinzima khona maduze.

18 thoughts on “Amaphupho ngamathanga”

  1. Ngiphuphe ngihamba emasimini anamathanga avuthiwe ngihamba nobhuti wami Lana kunanemsimu kagogo wethu osashona kulamasimu kunamakhandlela amhlophe namnyama

    Reply
  2. Kusho ukuthini ukuphupha amathanga amakhulu kukho nabomvu mkhulu kakhulu mahle bese elinye ulithatha ungena nalo kwindlu kagogo sewashona ufika ekhona ehleli nentombazana athi libeke entla mzukulwana
    Kube usiya kusombelwa apha kulendlu kodwa ungafuni mntu

    Reply
  3. Ngiphuphe usisi wami osewadlula kudala eshanela indlu yasekhaya ingcolile ethi ufuna ukuzohlala kuyo

    Reply
  4. Ngiphuphe kunendoda ithi iyangithanda ngabe sengivuma ngayithanda kakhulu ukudlula umuntu wami and ubengiphathele amathanga elilodwa lisikiwe kuchazani

    Reply

Leave a Reply