Amakhanda Amakhaya Amaphunga Imali Imicimbi Imicimbi yesintu Imifino Imililo Imishado Inyama Izaga Izikhathi Izilwane Izimbali Izinambuzane Izindawo Izinganekwane Izingubo Izinhlanzi Izinja Izinkomo Izinqola Izinyoka Izinyoni Izithelo Ukudla Ukuhamba Ukukhubazeka Ukuphonswa Ukuzwa

Amaphupho ngobucwebe obugqokwayo

Uma uphupha ukuthi ugqoke ubucwebe, ukuthi kusho ukuthini kuya ngento. Amacici asho ukuthi uzolwa nomuntu maduzane, kodwa amabhengela nezindandatho kuhle futhi kusho ukuthi uzoba nobudelelwane obuhle nabanye. Amatshe ayigugu njengamadayimani wona akhomba ubugwili ekusaneni lakho.

6 thoughts on “Amaphupho ngobucwebe obugqokwayo”

  1. Thokoza gogo kusho ukuthini ukuphupha ugena emfuleni ongcolile nengane kacc wami ena 2 nje en manje ngiphuuphe ishaywa inyoka eduze kwakamakhelwane iinto engiphatha kabi asizwani nabanye oc c bami bahlekile bona base boyokha amanzi ngabe kusho ukthini gogo plz hlp me plzz!

  2. Ngyani bingelela makhosi ngsacela ukubuza uma uphupha ensimini uyafika ifino ayikho ensimini bengthi ngyabheka udongo lomuzi linefino ehle licaza ukuthi leliphupho,

  3. Uma uphupha ukth gqoke traditional ne kuqhamuke ubaba wengane yakho ephethe igqila alinike umama wakhe bese umama wakhe ekubhincisa lona akudonse ngengalo akfake endlini eyesizulu ngabe kusho ukthini

Leave a Reply

Sign up for updates