Amaphupho ngokubhala

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi uyabhala, kusho izinto ezinhle uma iphepha lihlanzekile linobunono – uzoba nomshado onenjabulo kanye nezingane ezinhle. Uma uzama ukubhala kodwa ungakwazi, noma uklebhula iphepha, kusho ukuthi awuhlakaniphile ngendlela oyicabangayo futhi uzozithola usenkingeni maduzane. Amaphupho ahlobene nokudala izinto kanye namathuluzi okubhala.

19 thoughts on “Amaphupho ngokubhala”

  1. Sawbona ngicela ukubuza ngiphuphe kungcwatshwa emzini owodwa abantu ngikulandelana Nam ngikhona lapho ebese ngijikisa iyngane eziw3 ngithy azibuyele endlini ngenkathy sekuyiwa emathuneni ngabe sengbona sengibhala itest ngijabule ngazi tshela ukuthi le test noma I kanjan ngzothola total uma seku uya script wathi uThisha ngifayilule futhi yim ngedwa ngathola only 10%. Nge cela incazelo yaleliphupho

    Reply
  2. Kusho ukuthin, ukuphupha, ngiqashwa bese kuthiwa angincwalise ama details ami bese ngiya sayina ekugcineni?

    Reply
  3. Ngibengelele ukuphupha uphethe iphepha lokuhlolelwa ukuphela konyaka kukamatikuletsheni kodwa icinge igumbi okubhalelwa kulo ungaliboni uze ujike nalo iphepha futhi ube ungakaze ufike nakuwo umatikuletsheni usafunda kuchazani?

    Reply
  4. Ukuphupha umuntu omaziyo owayekade eboshiwe ekunika icv yakhe inanomacopy of birth certificate zonke izinto zakhe from the day ezalwa ecela ukufunde ngoba uyokufaka ndaweni thizeni kuchazani

    Reply
  5. Sawubona ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ulotsholiwe futhi usayina imarriage contract?

    Reply
  6. I dream’t of a snake similar to a python a size of a leg, it looked as a black snake as it was waiting from a distance, as i approached it moved then i saw it was a python not too long but fit, it moved infront not in a rush its left, then there was a crocodile i couldnt see a snake anymore….i will appreciate assistance

    Reply

Leave a Reply