Ukuphupha inkosi yiphupho elihle kakhulu elingasho ukuthi ithongo lakho liyakuphakamisa, usuke wenyuselwa kwesinye isigaba.
Uma uphupha inkosi isuke imele isimo sokhokho bakho ngakho-ke ukuphupha Inkosi yesizwe kungasho ukuthi okhokho bakho. Uma uphupha uxhawula inkosi kungasho ukuthi wamukelekile, okhokho bakho basuke bekwamukela ukuthi ubamele njengomndeni. Ukuphupha Inkosi yamaNazaretha kungasho ukuthi kumele uyokhonza khona.
Ukuphupha unobudlelwano obuhle nenkosi kungasho ukuthi ukuthi kukhona okuhle okuyimpumelelo okuzayo noma ikusasa lakho lizoqhakaza.
Ukuphupha inkosi ikupha imbewu kungasho ukuthi abantu bazokwethemba ngenxa yemisebenzi yakho emihle.
Amaphupho ngamakhosi
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Ngiphupha amakhosi akashembe kwaqala inkosi ilanga kuthiwa ngiyoyigana. Ukusa kwanamuhla ngaphupha inkosi unyazi lwezulu lungilobola ngamali eningi engamaphepha
Cofa lapha ukuAmaphupho ngothando nomshadothola impendulo:
Kusho ukuthini umuntu omaziyo mayephupha usendlini eshile kodwa igumbi lakho lingashanga?
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngomlilo/
Ukuphupha umuntu wesilisa omaziyo abe yinkosi wena ube indlovukazi? Bese kuthiwa nawe uzalwa ebukhosini hhay lana okhulele khona
Sawubona, sicela ubheke lapha :https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu/
Ukuphupha umuntu wesilisa omaziyo kodwa avele enqunu bese ngaphambili abe nento yomuntu wesifazane.
Sawubona, sicela ubheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/