Amaphupho ngamakhosi
Ukuphupha inkosi yiphupho elihle kakhulu elingasho ukuthi ithongo lakho liyakuphakamisa, usuke wenyuselwa kwesinye isigaba. Uma uphupha inkosi isuke imele isimo sokhokho bakho ngakho-ke ukuphupha Inkosi yesizwe kungasho ukuthi okhokho bakho. Uma uphupha uxhawula inkosi kungasho ukuthi wamukelekile, okhokho bakho basuke bekwamukela ukuthi ubamele njengomndeni. Ukuphupha Inkosi yamaNazaretha kungasho ukuthi kumele uyokhonza khona. Ukuphupha unobudlelwano obuhle … Read more