Amaphupho ngomakoti umkhwenyana noma impelesi

Uma uphupha ukuthi ungumakoti ungumkhwenyana noma uyimpelesi kuyibhadi futhi uzobhekana nosizi ukhale izinyembezi maduzane. Uzolwa nophathina wakho futhi ubudlelwane benu buzophela.