Amaphupho ngenyosi

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ubona izinyosi kusho ukuthi kukhona abaphokophelele ukukuthola. Uma zikutinyela kusho ukuthi uzolahlekelwa yizinto ezisemqoka kuwe.

18 thoughts on “Amaphupho ngenyosi”

  1. Ukuphupha izimivi eziningi zifuna ukukuluma kodwa uziphunga zincine zingakulumanga kusho ukuthini lokho

    Reply
  2. inyosi ifike yahlala phezu kwetafula lami emsebenzini yase iyafa. ingabe kuchazani into meyenzekile akulona iphupho.

    Reply
  3. Kusho ukuthini ukuphupha izinyosi eziningi zikulandela kdwa azikwenzi luth ziloku zizulqzula nj eduze kwakho

    Reply

Leave a Reply