Amaphupho ngomuvi

Uma uphupha ubona imivi kusho ukuthi unezitha ezifisa ukukulimaza. Uma owodwa ukunciza uzobhekana nenkinga ngokushesha kodwa uma uwubulala kusho ukuthi uzophumelela.

2 thoughts on “Amaphupho ngomuvi”

  1. Kusho ukuthini ukuphupha imiyane igcwele endlini zingene nasezingubeni ozigqokile mawuvuka umzimba uyaluma ngathi ibikuncinza ngempela

    Reply

Leave a Reply