Asho ukuthini amaphupho ngefenisha nezinto ezisebenza ngogesi? Lokhu kuhlanganisa imibhede, izihlalo, amaketelo, amalambu, izibuko, ifenisha endala, isitofu, amatafula namakisti.
Amaphupho ngombhede
Uma uphupha ukuthi usembhedeni ukuthi lokho kusho ukuthini kuya ngokuthi…
Amaphupho ngesihlalo
Uma uphupha ukuthi usesihlalweni kusho ukuthi khona okuhle okuzayo. Uzothola…
Amaphupho ngeketelo
Uma uphupha ukuthi usebenzisa iketelo kuyinhlanhla uma lihlanzekile lisebenza kahle….
Amaphupho ngelambu
Uma uphupha ukuthi usebenzisa ilambu noma isiketekete kuyinhlanhla uma isibani…
Amaphupho ngesibuko
Uma uphupha ukuthi usebenzisa isibuko kusho ukuthi abantu obethembayo bangakujikela…
Amaphupho ngefenisha endala
Uma uphupha ukuthi unefenisha endala engasafunakali endlini yakho kusho ukuthi…
Amaphupho ngesitofu
Uma uphupha ukuthi usebenzisa isitofu kusho ukuthi uzoba nenhlanhla uthuthuke…
Amaphupho ngetafula
Uma uphupha ukuthi usebenzisa itafula kuyinhlanhla uma abantu behlezi kulo…
Amaphupho ngekisti
Uma uphupha ukuthi usebenzisa ikisti noma ibhokisi lokubeka izinto kusho…
Amaphupho ngefenisha
Ukuphupha uhlela ifenisha kungasho uphawu oluhle, inqubo yokulungisa amaphutha osuke…
Ngcela ukubuza kuchazani ukuphupha uplaka ugesi maqede kubekhona imbani yagesi engathi kuzovutha intambo zagesi maqede uthuke ephusheni ugijime ukhiphe iplaki
Hi ngcela ukubuza kuchaza ukuthin Uma uphupha ulahlekelwe lifon
Ngicela ukwazi uma uphupha indlu eyakhiwe kube nabantu abakuncomayo kuchazani?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngendlu nekhaya