Uma uphupha uphethe induku ephathwa ngabantu abangamakhosi kepha wena ungesiyo inkosi futhi ungesilo ngisho uzalo lwasebukhosini, lokho akukuhle. Kuyibika lokuthi kunento ezokulethela ukudumala okukhulu empilweni yakho.

kuchazani ukuphupha amakhosi amaKhosi amadala akwaa Zulu..ngphuphe ithuna le Silo uMpande, ngase ngabona ne Silo Cetshwayo.
Hi cela ukubuza Uma uphupha inyanga ithi ingane yakho akuyona eyakho Kusho ukuthini
Hi ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini uma uphupha ungowasebukhosini?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngobukhosi
Hi ngicela ukubuza ukuphapha induku uyiphethe kodwa uthi uma uyiphakamisa izima kakhulu
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezikhali
Hi ngicela ukubuza if uphupha uhambisa inkomo endlonkulu bathi if ufika nayo endlonkulu mele IHLATSHWE kuchazani ngiyabonga
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenkomo