Amaphupho ngokuphikisana

Uma uphupha ukuthi uphikisana nomuntu kusho ukuthi uzothola izindaba ezimnandi obungazilindele. Ungenza nabangani abasha.

6 thoughts on “Amaphupho ngokuphikisana”

  1. Ngaphupha ugogo wami ongasekho ngikhala sikurawondi wabeka ikhanda lami kuyena wangimbambatha wangithulisa.years later which was recently around March ngamuphupha eseyadini yasekhaya egaqa ngamadolo kungahambeki esezinhlungwini ecala ukuthi angimusize atotobe azongena endlini ngathi mengimuthinta dlela le wayezwela ngayo izihlungu:-( ngayo ?ngavuka ngakhala

    Reply
  2. Ngaphuthu ngihlangana nosisi owuntanga wami.ekhanda efake iduku elihlophe dressed in white.isikipa simuhlophe ebhuncile indwangu emhlophe sifana nalosisi. Wayefake iziphandla ezandleni zombili neziphandla zimuhlophe. Saxoxa sajika sabukana. Wakhipha esinye isiphandla wasifaka kumima

    Reply

Leave a Reply