Amakhanda Amakhaya Amaphunga Imali Imicimbi Imicimbi yesintu Imifino Imililo Imishado Inyama Izaga Izikhathi Izilwane Izimbali Izinambuzane Izindawo Izinganekwane Izingubo Izinhlanzi Izinja Izinkomo Izinqola Izinyoka Izinyoni Ukubhukuda Ukudla Ukuhamba Ukukhubazeka Ukuphonswa Ukuzwa

Sesha

Amaphupho ngezinzipho

Uma uphupha ukuthi izinzipho zakho sezikhulile zaba zinde kusho ukuthi inhlanhla nengcebo kusendleleni. Kungcono kakhulu uma uphuphe umyeni noma unkosikazi onezinzipho ezinde ngoba lokhu kusho ukuthi bazosebenza kanzima futhi bakusekele. Kepha uma uphupha ngezinzipho ezimfushane kusho ukuthi kukhona okuzokulahlekela maduzane. Kodwa ke uma zimfushane ngoba uzigunda ephusheni lakho kusho ukuthi uzoxabana nelungu lomndeni wakho.

 

1 thought on “Amaphupho ngezinzipho”

Leave a Reply

Joyina mahala. Uthole konke okwenzeka kwi-Afrika mase, uthole ne-ringtone yezithakazelo zakho.