Asho ukuthini amaphupho mayelana nezindlela zokufa? Lokhu kuhlanganisa ukunquma ikhanda, ukugqitshwa uphila, ukuminza, ukulengiswa, ukubulala nokudlisa ushevu.
Amaphupho ngokunqunywa ikhanda
Uma uphupha ukuthi unqunywe ikhanda kusho ukuthi uzokhululwa ezintweni ezikukhathazayo…
Amaphupho ngokugqitshwa uphila
Uma uphupha ukuthi ugqitshwe uphila kufanele uqaphele ngoba uzoba nesikhathi…
Amaphupho ngokuminza
Uma uphupha ukuthi uminzile kuyinhlanhla. Uzothola ukuthi izinto ezikuhluphayo zizozihambela…
Amaphupho ngokulengiswa
Uma uphupha ukuthi ulengisiwe kusho ukuthi kunomuntu odinga usizo lwakho….
Amaphupho ngokubulala
Uma uphupha ukuthi ubulewe kusho ukuthi umuntu omthandayo uzodinga usizo…
Amaphupho ngoshevu
Uma uphupha ukuthi udliswe ushevu kusho ukuthi uzoba nezinkinga zemali….
Ukuphupha uphonseka eweni
Ngokujwayelekile uma uphupha uphonseka eweni uyaye uphaphame uma usuzofika phansi….