isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngesinkwa

Uma uphupha ukuthi udla isinkwa kusho ukuthi kuzokwenzeka izinto ezinhle kuwe futhi uzophumelela empilweni. Kodwa uma udla isinkwa esinezinhlamvu eziningi nokolo oluningi phakathi kusho ukuthi kungenzeka ukuthi ubhekane nesikhathi esinzima emsebenzini.

7 thoughts on “Amaphupho ngesinkwa”

  1. Uma umuntu wakho wesfazane ephupha abantu bakubo nabangani begcwele bejabula kodwa engazi bajubulelani. Abese ethenga estolo bavele bamnike okungasiko akthengile kodwa akthathe ngephutha mefika endlini athole ukuthi isinkwa esinsundu. Ngabe lisho ukthini leliphupho

    Reply
  2. Uma uphupha izimpukane zigcwele umlomo eziluhlaza…kodwa uzigeze ngamanzi nawo futhi uwaphuze ngesandla esizibeni esigcwele zona lezimpukane kodwa zintanta zifile …wena bese ukhetha ngesandla amanzi angenazo impukane uxubhe ngawo. .kusho ukuthini?

    Reply

Leave a Reply