Leli yiphupho elingajabulisi neze. Ukuphupha ingonyama kuyibika lokuthi esikhathini esingeside uzozithola ulinyazwa ngumuntu onamandla kakhulu ngokwesikhundla akusona empilweni yakhe; isibonelo – lowomuntu kungaba yinkosi, yinduna, umongameli. Lezi yizibonelo nje, esimweni somuntu ngomuntu, kuya ngokuthi ngubani onesikhundla esinamandla owenza impilo yalowo ophupha ingonyama ibe engajabulile.
Ndiphupha ndihamba nabamntwana bam sithe sisahamba sibone ingonyama sibaleke sohlukane ngendlela mdingene mna egeytini ndizimele ingandiboni ndibe mna ndiyibona iye yajika ndothuka ndicela ukwazi eliphupha lithetha ukuthini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngabantwana
Thokoza. Uma uphupha uyipresident / uMongameli
Uma uphupha ingonyama ikuvikela kwezinye izilwanyana ezifuna ukukwenzakalisa
Uma uphupha amabhubesi esidla iigusha ezibulala ikhuluma uthini?
Sawubona, sicela ubheke lapha::
https://iafrika.org/amaphupho-ngamabhubesi/